πŸ’›

izithakazelo

Ngobese, Mqungebe 😍 Ngobese Izithakazelo noMlando

Abantu bakwa Ngobese

Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ  kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.

Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ  reading <<

Royalty from Ngobese last name

Prince Wandile Ngobese (Zulu Royal Descendant)
Great-grandson of Mehlokazulu kaSihayo, a famous Zulu warrior who fought in the 1879 Battle of Isandlwana under King Cetshwayo. In 2025, he was invited to Tanzania by King Mgendela Gama of the Ngoni tribe to teach Zulu culture to the youth of the Ngoni people, who are descendants of King Zwangendabaβ€”a general who fled KwaZulu-Natal during King Shaka’s rule. He performed at the Bulabo Cultural Festival in Mwanza Province, where Tanzania’s President Samia Suluhu Hassan was so impressed she requested a photo with him. He had previously been hosted by Ngoni royals in Zambia, continuing the cultural connection between Zulu descendants across Southern Africa.

Previous

Buthelezi Clan 😍 Umlando

Next

Mchunu, Meaning, Origin & Family History | Umlando

7 Comments

  1. Xolani Ngobese

    Waw ngaze ngaziqhenya ngokuba yiQungebe namuhla sengiyazazi ukuthi ngingubani futhi ngivela kuphi.HLANGANA NGOBESE

    • Ngobese Mdumiseni

      ngaze ngajabula ngoku caciseleka la kulesthakazelo esity mlambo ngob khon u anti owashadela kwa mlambo manj bengnokdideka ukuty kanti asihlobene yini

  2. Philly Ngobese

    Hi there I just want to know ukuthi isibongo sakwa Ngobese is it divided in to two ngoba if ngifunda izithakazelo sisodwa kuphela esifana nalezi engatshelwa zona abadala bakwaNgobese my grannies

  3. happy Ngobese

    M so glad ukwaz imvelaphi yam bengit mangdibana nomuntu wakwa Ngobese sthakazelane beset donda bengdideka ngoba ngazi udonda kukhumalo bt today I got more information ngokhumalo kut u related kanjan n also mlambo ngnithanda ukubhubha maqungeba amahle

    • Manelisi Ngobese

      Gamdane, Sihayo, Maqungebamahle

  4. Lindokuhle Ngobese kaSihayo

    Mmm kwaze kwathi cosololo kwehlakamnandi ukufunda ngomlando wakithi madoda tell me more…

  5. Ngobeze Zonke

    Ukwazi izibongo nomlando wami kungeze ngazizwa ngiphelele. NingabaKwethu nina bo Sothulisa!

Leave a Reply to Xolani Ngobese Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén