clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Nzimase

Shange Clan Praises | Izithakazelo zakwa Shange

Mdima, Dumakude,Bhodla Bakhoth’abafokazana sesidelile, Mathang’ab’shelelezi angangenwa Ngqwayimane,Mphangandawo, Wena owaduma nensonyama, Yamela, Chumisa, Nzimase, Mfaz’omabele made oncelis’umntwana engaphesheya komfula, Sibiside, Goba Filinga kaMfenyana, Zamose, Khwela phezulu, Majub’adl’ukhethe, Ncwincwi ephuza kwezinde iziziba ngoba may’phuza kwezimfishan’umlom’uyagoba.

Siyaya Clan Names

Izithakazelo zakwa Siyaya:

Nzimase,
Mnguni,
Wena waseBuhleni,
Msandle,
Qonqwane !

Sishi clan names

Sishi
Nzimase
Mathenjwa
Ncwaba
Bayekhulu
Nina enawele ulwandle ngekhasi lekinati ! πŸ™Œ

Izithakazelo zakwa Sishi

Sishi,mandlala,nzimase ,dlobeni, khabaludaka ,hlokohloko, Nina enathi nivela nanivela ekwekwezi ,Nina bakwamzansi kwensimu

Myende clan praises

myende,

vathisa ,

dindi,

nzimase ,

zcubu kazphekwa zphekwa ngamalandakazana

wena owalala wavuke nkomeni

mhleni !

Izithakazelo zakwa Sikhakhane

Izithakazelo zakwa-Sikhakhane

  • Mboma kaMqhele,
    Mathula,
    Nzimase,
    Sdwaba esinembobo,
  • Wena sango elingezantsi,lapho besa khona imilomo,
  • Wena owangena nesikhuni emanzini sivutha, waphuma naso sivutha,
  • Wena kaMboma os’hlahla samila edwaleni,
  • Wena kaSoqhafuza, umlung’odla izinkobe,
  • Wena nyoka eyacaca emthini ingenazinyawo,
    Inkomo esengelwa emeveni ngoba wayisengela ethungeni iyalikhahlela,
  • Wena okhishwa ngenoni emgodini,
  • Wena ophatha amakhosi uma esedukuzela,
  • Wena owahlabana ngokwehlula izinyanga nezanuse,
  • Wasuka lapho waxhoshiswa ngokaSenzangakhona, ngezinkomo zekhethelo,
    Wakhushulwa, awabanankosi, ngoba inkosi yakho kunguNodumehlezi kaMenzi,
  • Mboma,wena wase Nkandla!

Izithakazelo zakwa Dumakude

Izithakazelo zakwa-Dumakude

Mngcobo,
Nzimase,
Mpunz’edl’emini,
Ebusuku iyalala,
Luhagane olwahaga umfazi esibunjini kwaze kwasa ethwibisheka,
Msongi wensimbi waybeka ekhanda,
Nyawo!

Ngcobo

  • Mapholoba,
  • Nyuswa,
  • Fuze,
  • Mavela,
  • Mafuzafulele njegefu lemvula,
  • Mashiyamahle sengathi azoshumayela,
  • Mavulankungu kuvelilanga,
  • Sididane,
  • Ngongoma,
  • Maqadi amakhulu,
  • Mbili

Dube

  • Mbuyazi,
  • Lushozi,
  • Mafukuzela,
  • Nyamazane,
  • Nzwakele,
  • Mbuyisa,
  • Gobhozi,
  • Nyuswa,
  • Ngcobo,
  • Fuze,
  • Mapholoba,
  • Ama-Qadi

Abakwa Dube nabakwa Ngcobo abantu banye.

Dlodlo:

  • Mabanga,
  • Mtingi,
  • Bangile,
  • Bhengela,
  • Mthiyane

Duma/Dumisa:

  • Ntenga,
  • Mthombeni,
  • Walaza,
  • Dlangisa,
  • Gcwensa,
  • Ndimande,
  • Mvula

Nzimande

  • Mphephethwa,
  • Mdluli,
  • Mdlobhiya,
  • Mangcamane,
  • Ngwekazi,
  • Gwala,
  • Mancama,
  • Vilakazi

Dumakude
Shange

Nzimase
Sishi

Goba
Jangaza

Ntshalintshali
Phathwayo

Gwagwa
Mlambo, Qunga

Gwamanda
Yenga, Sochumase

Jwaha/Jwara:

  • Mbelwa,
  • Mnangwe,
  • Sjekula,
  • Gubeshe,
  • Theleza,
  • Lenge,
  • Ndawonde

Izithakazelo zakwa Dumakude 😍 Dumakude Clan Names

Izithakazelo zakwa Dumakude

  • Dumakude,
  • Mngcobo,
  • Nzimase,
  • Mpunz’edl’emini ebusuku iyalala,
  • Luhagane olwahaga umfazi esibunjini kwaze kwasa ethwibisheka,
  • Msongi wensimbi waybeka ekhanda,
  • Nyawo!

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: