Izibongo zeNkosi uCetshwayo Uzulu laduma obala, Lapho kungemunga kungemtholo. UHlamvana bhula mlilo; Ubaswe uMantshonga benoGqelemana. Inzima lemnyama, Engabubende bezingonyama, Ibiqhutshwa uMseleni benoNgalaza; Bathi ifanele ukuyosikwa izihlangu eMkhweyantaba. Bathi: iyekeleni ubumnyama bayo buyasabeka; Ifanele ukuyawucela imvuka kaNkosinkulu. Unqabelabantu ukudonsa; UManz’ aphuma ezimbotsheni zoMtshezi. Isiguqa esizifulele ngamahlamvu, Enqabeni kwaDludluma kokaMsweli. Umsindo okuNtilingwe
Izithakazelo Zakwa Sikhosana 😍 Sikhosana Clan Names
Izithakazelo Zakwa Sikhosana 😍 Sikhosana Clan NamesSikhosana!uMusi kaMhlangaNovaphiNolinda, ulinda mkhotho njengeNseleMphandaphandaMagwace!GwayibaHlahl’Ulundi lungenandlela lwaba nezindlelandlelaZitsha ezinhle njengezokubolekwaMtungwa!Gxamugxamu sikhumba seMpisi asibethelwa ekhaya ngoba izinkomo zizobovuka!
Izithakazelo Zakwa Ndlazi 😍 Umlando wakwa Ndlazi
Izithakazelo Zakwa Ndlazi Ndlazi kaLokothwayo Swebelele Somlibo umarhog’uyababa unje ngatshongwe lomlambo, yincem’ende eyongamel’ iziziba abathi bayayibamba ayadontseka bayishiya ivele phakati kwesiziba. Ngu-Somlimokazi wena Gawuka kaMgegedla omathanga amakhulu adabula utshani bendlela. Ushiyampahla wena owahlindza inkomo wede wathuth’umswane wabashiya bedla. Ngababamba umsingizane badontsisane ngawo besithi yincema. Iindlaz’anyoni edla emigxobhozweni, inyon’ emaphiko made, endiza ezingweni zoThukela. Oondlubu zamil’
Izithakazelo zakwa Lushaba
Izithakazelo zakwa Lushaba 😍 Lushaba clan praises Lushaba, Mthuli, Lushaba lwenkosi, Ngwenya, Mgwazi kaQhaqhela, Mcwashi, Sithole esaya kwaMpanza sabuya sesixhekethisile, Bhebheza wena wasezilovini!
Izithakazelo zakwa Mbonambi
Izithakazelo zakwa Mbonambi Mbonambi,Mabhodla,Mbuyazi,Ngiba kaMananga,Wena owaya ngaphesheya kwezilwandle wabona abantu abazindlebe zikhany’ilanga,Mabuya nomuntu abuye nenkunzi,Ndunakazi!
Izithakazelo Zakwa Mabhida
Izithakazelo zakwa MABHIDASGWAZA!JULAZA,CHOKO,MDLABELA!MABHALA NGOZIPHO ABANYE BEBHALA NGEPENSELA.MINA NGOKA MATHENKOMO OZALA USIKEBHE MKETULE,OZALA UKHONABESHO INGWENYA ,INKOWANE!
Izithakazelo zakwa Shabane 😍 Shabane clan praises
Shabane,Dwala,Dwala ka Mbatshazwa,Sembathwa, wena owabona itshe lembethe ingubo.Phingoshe,Sozwakade,Gcagcabane,Sochaya,Lindabutho,uNceshe olinde impi ngesinqindi somkhonto osebeni lomfulaJongisa,Mqhakama,Ndlondlo eme ngomsila kwelaMpondo, eyawela umfula ngezembeBhovula,Mabhala ngozipho abanye bebhalangamapensela. Majiya ojiya njengotshaniZembelibomvu lokuhlahlela izinkomo.Nina enabona isihlakothi sehla ngomfula nathi nansi inyama.Nina bothala livuzinyama ngoba behlala bedla. Hleza goduka hleza kaMboliMdlovu omnyama.Hleti elibomvu elimmbila mhlophe, wamuhlumuntuNina enigezela
Izithakazelo zakwa Qwabe
Izithakazelo Qwabe!Gumede!Phakathwayo!Mnguni!Malandela!Ntabani leyayaya kuNgoye Gumede!Dluya Nguni kubeyethwe!Nazi Ezinye: Izithakazelo zakwaGumede Mnguni!Qwabe!Mnguni kaYeyeyeKaKhondlo kaPhakathwayoAbadl’ umuntu bembhuyabhuya ngendabaBedluya kuyabeyethwaAbalw’ impi noShakaWath’ uShaka makusikw’ ugebheziLwekhand’ aphuze kulona.Mgwaqo!Khuzwayo!Wena kaMalandelaNgokuland’ izinkomo zamadodaAmazala nkosi lana,Mpangazitha!Makhanya!
Izithakazelo zakwa Ninela 😍 Ninela clan
Izithakazelo zakwa Ninela 😍 Ninela clanmsawoni, ganwa, magadlela! mdlolo onhlokonde, owafica ingoma ihlokoma, nhokozimphatha, gcogcololo!
Izithakazelo Zakwa Lamula
Izithakazelo Zakwa Lamula 😍 Lamula clan Lamula Jiyane Mpangazitha omhlophe Slokazi livico kawugezanga wabuya nensila emfuleni wathi ugezile kanti unyambisile.BantwiniMthontiThembuLutholoniMdlenevu!