clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Month: January 2021 Page 1 of 3

Izithakazelo zakwa Magojo Clan Names

Izithakazelo zakwa Magojo, if you know them, please add them to this blog by clicking here

Izithakazelo zakwa Mabusela Clan Names

If you know Mabusela clan names or their history, please add them to this blog by clicking here

Nxusa Clan Names Nxusa Clan Praises

Nxusa Clan Names 😍 Nxusa Clan Praises
Nxusa, Mwelase, ongaweli ngazibuko owela ngezimpambuko zomfula, khankase mza wezulu ingabe wake walibona yini izulu nomza wolo? Mgebisa, Sibhaxa, Ngwane

Izithakazelo zakwa Mweli Clan Names

Mweli,
Gwinya,
Mpankomo,
Dubandlela,
Wena wasezansi,
Wena wamntanasela,
Wena wasentumeli,
Wena malandela,
Wena malandakazi,
Jila !

Izithakazelo zakwa Mndawe Clan Names

Izithakazelo zakwa Mndawe
Mndawe Malandzula Ngwenyama nduna wena awalandzulela abayeni beta netinkomo ngokuba weswele umalusi

Mndawe Clan Names

Mndawe Clan Names
Mndawe Malandzula Ngwenyama nduna wena awalandzulela abayeni beta netinkomo ngokuba weswele umalusi

Iziduko zakwa Kabanyane oo Ntethe oo Mphumanto

Iziduko zakwa Kabanyane
Nzimane, Masingila, Zaxa, Mbokazi, Masoka, Mzimkhulu, impofane ezawel’ Thukela ligcwele okwa mehl’ embuzi, Iinkcunkcu ezawaseli amazi amadwala, zisela awesiziba ngokwesaba umlomo ukunqindeka.

Mncina Clan Names Izithakazelo zakwa Mncina

Izithakazelo zakwa Mncina
Khwanati,
Mafuyandvuna,
Ginginini,
Nyawonkhulu,
Bikatana,
Wena wachamela esigodzini setjwala,
Wanyenyela Mkhwanati,
Suthu,
Matalankhosi.

Izithakazelo zakwa Thikazi Clan Names

Thikazi Clan Names
Siluma,
Ndlundlu,
Mambakazi,
Wena owashiyabantu bekubuka izinyawo,
Wena kaQeda kaBheka,
Wena Mhuqula Mbenge,
Wena waseGodlwayo kungagodlwe muntu kugodlwe izihlangu zamadoda,
Mambakazi !!!

Siluma Clan Names Simula Clan Names

Siluma Clan Names
Thombeni Thjikwana gegana yangalala ngaboye entabeni yemabulembu Ndebele makonkwana waphambana ne nkomo adle uMalusi …….thombeni gegana ndlov’buthwa.

Page 1 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: