Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Izithakazelo zakwa Magubane

Izithakazelo zakwa Magubane

  • Nkomose,
  • Dibanto, Jiyane,
  • Thole, Sothole,
  • Snquma, Didiza,
  • Mzilankatha Ndlandla,
  • Nhlun’emhlophe egezwa ngobisi
  • Ithi ingaba bomvu kube eyomlandakazi,
  • Malinga owalinga amatshe aba zintaba,
  • Msenganduna namathokazi!

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies zakwa Magubane Whatsapp / call: 061 868 5163

Izithakazelo zakwa Magubane
Izithakazelo zakwa Magubane

Prices:t-shirt: R200Hoodies: R400

Ndlangisa, Thole Clan Names & History 💖

Ndlangisa 🥰 Thole, Gqagqane, Fingo, Welane, ulwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane zodwa zona zimaphiko made, zicanda ulagcibe !

IZITHAKAZELO ZAKWA-MAGUBANE

Nkomose,Dibanto,Thole,Malinga,Wena owalinga izintaba zaganana,Nhlun'emhlophe, ingababomvu ngeyomlandakazi,Mzilankatha,Msenganduna namathokazi,Ndlandla,Kubheka,Jiyane,Nongalo,Wena ophika nelangaDidiza,Msuthu wasenhlaZibaya !Snquma!

Previous

Izithakazelo zakwa Majozi

Next

Izithakazelo Zakwa Madlala

2 Comments

  1. Ntombifuthi Gloria Magubane

    Ngicela izithakazelo zakaThulare please

  2. Ntombifuthi Gloria Magubane

    Angazi abakwaMagubane akaze ngizwe ukuthi Osorhole ngazi uThole maybe I don’t know much about my clan

Leave a Reply

Your email address will not be published.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: