Izithakazelo Zakwa Makhanya
- Makhanya,
- Mnguni,
- Yeyeye,
- Gumede,
- Qwabe,
- Phakathwayo,
- Khuzwayo,
- Maphithini,
- Mpangazitha,
- Duze kaMnengwa Gcwabaza,
- Thusi, Lingela,
- Zukezela, Makhutha,
- Mfene,
- Wena owakhanyisa ngothi lomshanelo ngoba ezonda ubumnyama,
- Wakhanyisa ngothi lomshanelo kwaze kwasa luvutha MAKHANYA!!!!
Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwaΒ MakhanyaΒ Whatsapp / call: 061 868 5163
Prices:t-shirt: R200 Hoodies: R400
Khula makhanya
I don’t know where you’ll from but makhanya doesn’t mix with gumede you’ll need to do ur home
Luthando Makhanya
What about oMakhanya who aren’t related to oGumede? Ekhaya mbathi thina we are not related to oMkahanya kabaGumede.
MANJE MINA i’M CONFUSED
Thulani Makhanya
Ngabe indabuko yabakwa Makhanya babuyaphi nelizwe bazalwa ngobani ukuze kwakheke lesibongo salsa Makhanya