clan names πŸ‘‘ history

izithakazelo

Myeni, Meaning, Origin & Family History | Umlando

Abantu bakwa Myeni babebizwa ngokuthi abakwa Myeki besahlala eBabanango eduze komfula uMhlathuze.
U Mlambo wazala u Ngwenya no Nsinde. U Ngwenya wabe esakha isizwe sakwa Ngwenya kanti uNsinde wenza esakwa Nsinde.
UNgwenya uDuma, u Duma nguye abantu bakhe abagcina bengabakwa Myeni.
Bagcina befuduka baze bayofika eNgwavuma lapho abafika khona bahlala nabantu bakwa Mngomezulu ababebuswa yinkosi yabo uZondiwe.

Ake sibalamanise abakwa Myeni:
uMbambo wazala uMabaso (Hhayi wakwa Mntungwa)
uMabaso wazala uNgwenya no Nsiande,
uNgwenya wazala uDuma,
uDuma wazala u Mdolomba,
uNsinde wazala u Maguma,
uMaguma wazala uLundini,
uLundini wazala uVuma no Mlangazi,
uVuma wazala uSiphike owazala uMkakwa,
uMkakwa wazala uNkunzi,
uSiphike ka Duma wathuthela eSwazini, lapho afike akhothamela khona.

Izithakazelo zakwa Myeni:

Mdolomba,
Mzukase,
Mnguni,
Mzimela,
Mziyankatha.



🔍 Search here 🔍+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Nzama, Meaning, Origin & Family History | Umlando

Next

Izithakazelo zakwa Hlatshwayo Clan Names & history

10 Comments

  1. sipho

    I need a help for izithakazelo zakwaYengwa plz

  2. xolani myeni

    Ngicela ukwaz ukuth zonke izibongo izifaka umnguni ngihlobene yini nazo njenboba mina ngingowakwa Myeni nje. Ngyabonga

  3. bongah mfeka

    Engabe uMfeka uhlobene noMyeni? Ngoba nabo oMzimela, Mnguni?

    • Walter myeni

      Cha umfeka akahlobene nomyeni umlando awumvezi umfeka phandle kamzimela

      • ntuthukozwane

        Walter, oMyeni babuye babizwe ngo Mnyamana or Jemini or Dlemini or Yemeni or Myeki or Mkile or Mkweni or MaNgweni or Jamane or Lamane or Lamula or Dhlamani or Damara or Daman or Malan or Magan or Ngwane or Maun or Maweni. Abanye amagama abakwa Myeni AmaGina or Ginites or Gininda or Ginindza or Guinea or Ngai or Magaye or Michael or Maliwa or Matiwa or Mzila or Amaziya or Mazwane. OMyeki are also called Jaine or Jalinkosi or Nkosi-Jali = Jalinga = Jalai = Janai = Matshana = KaJali = Galai = Gcaleka = Maluleka = Malulale. Izizwe ezingaphansi kwabakwaMyeni zibuswa ilana abazalwa uMthethwa = Mbambo = AbaMbo = Mkhize = Cis = Mphephu = Zwebu = Zvebu = Zbebu = Ziphephu = Siphupha = Mpambosi = AbaBusi.

        Laba abantu abazalwa kwaSibiya, bebizwa ngoZwane or AbaNtwane or AbaNtwana or Nzwane or Zwane or Matiwane or Mthiyane or Mathanias lr Mathathias or Mantatisi or Mthanti or Ethai or Mthayi or Mngadi or Khathi or Qwathi or Ngwadi or Ngwati or Cohath.

        This is a house ebuswa aBeNguni. House of Guni = amaPhuthi AbeNguni oKhambule or Malambule or Namuel or Nabonkosi or Mambo-Nkosi or Mbambo-Nkosi or Mbambosi or Miphiboseth, son of Jonathan, son of Saul, son of Cis or Mkhize/Zwide/Zie/Seni of the House of Jemini.

        Indlu yakwaMyeni is the Big House of the Biyela-Dlamini or Benjamin or Nyamane Clan that is the right-hand house of the Ndlovu house that is the Zulu royal House. Indlu yakwaBenjamin ibizwa ngoKunene ibuye ibizwe ngoMthethwa noma Khumalo no Latha or Deda or Dada or Dadeni or Matatiele or Madedane or Ndidane. UMnyeni indlu yabaNtwana ezala amaKhosi akwaZulu and the ones sizibiza ngawo e.g. Mthaniya = Matiwane = Mazwane = Zwane = Azania = Azane = Esan = Msane = Sela = Hlela = Ndlela = Ndlange or Mandrakes = Mandlakazi.

        Iyo lendlu ezibiza ngamaXhosa, abaThembu, Mfengu, Gqunukhwebe (angoCebekhulu = Linda = Nzima/Nzama/Zuma/Manzi/ Amai = Micha = Mchwayo = Cubu-Ngwane = Damara = also a tribe of Namibia). We came from Central Africa, around Angola from a Kingdom called Angola = Nango = Nako = Sikhathi = Segadi = Sebola = Mazibuko = Manzi-Ngcobo = Manzini-Mbo.

        Abantu bakwaMthethwa abakaZwane bonke. This is the whole of KZN. The whole of Africa igcwele abantu bakwaZwane. Zwane means MuNtwane = Umuntu + Wane = Ntulane = Ntulela = Ntulila = Tolane = Thangoni = Zangweni = Sangweni = Zwaneni = Zelani = Siyane = AmaZiyane = Siwela.

        AbaseMaNgweni, oThulini, eZulwini.

        Mangethe (Ngidi = Magidi = Mdingi = Ntini = Othni amakhosi akwaMzimela/Semenya/Mtshemla/Jemla/Masimula, abeSuthu) = Baria/Vhalea/Marewa/Molewa/Biyela/Abihail/Abulawi/Boroa + Sama/Nzima/Nzama/Linda/Cebekhulu = Zebulun = Gwede = Mugede = Gumede = Bakhithe = Bakhize = Biyase = Mvelase = Mbuyazi = Mbulazi = Sebiya = Sibiya = Sibani = Zibane = Thuphane = Tubane = Masilela = Silela = Sithupha = Khathi = Nako = Ngai. ONgai or Magaye bathathu Korea bahlobene kakhulu kangangokuthi bayathakazelana = 1. Mathanias/Mthania/Sedecias/Zikode/Zolide or Zoide = Zwide = Segadi = Sebola = Sayidi = Sandile / Jadihel 2. Galal or Galai or … Kalawi or sons of Malawi or Malinga or Maleka or Mulenga or Recha or Rika or Rai or Jeri or Jine or Myeni or Nyika or Nyai or Nyathi or MaNyathi or Magadi or Mngadi or Kalika or Gaika or Gcaleka or Maluleka (a. Gathrapha or Shabane or Sarvia or Zeroua or Mzila or Gwabini or Biyela (Mnguni) or Sibiya or Sabela or Ndabane or Tabane or Mthabiya or Mthabela or Ntombela (all refer to the same people) b. Phesseni = Bheseni = Mphezeni = Ngobese = Kubisi = Lubisi = Tubisi = Sibisi = Sompisi = Mpisingo = Mbensele = Mbenseni = amaQungebe) = Sebeni or Nsimbini and lastly, c. Tehinna or Tehai = Thaine = Thingane = Dingane = Dinane = Dikela = Madzikane = Ntshona (Magwaza = Mazwanga = Mazwana = Mazwane)) and lastly, 3. BacBacar = Banibanga = Babanango = BabaNgola = Babakoa = Barbacoa = Babanga = Babalwa = Babiya = BaGabi = Bacambi = BaGcwabe = Mncwabe = Qwabe = Phekwa = Phika = Phinga = Pai = Bhayi = Mbai = Mbali = Palesa = Zulu.

        UGumede uzala uDlangezwa or Hlanguza or Sakuza = Sankosi = AmaHala-Nkosi.

        SingabaThembu. UZwane uveka KwaNdlovu eQhudeni.

        Izizwe zakwaZwane = Mkhize, Mthethwa, Xasibe, Khathi, Makua, Nyathi Makuanyathi= Mkhwanazi = Dlomu = Lomu = Molomo = Oromo = Ndlovu = Mdolomba (Cebekhulu) = Matiwane = Mthiyane = Cele = Magwaza = Ndiweni = Mangwe/Machi/Miya/Manci/Ngema/Guma/Ngoma.

        The glue for one Zulu state is Zwane. Every province has a Zwane area. We are Pedi by origin, amaZulu in general. Siphuma kuSothone or Esthon or Stone or Sithole or Sothole or Lesotho. This is who we are!

        AmaZulu abantu bakwaMthethwa nabakwaQwabe. NgesiZulu-Sotho kuthiwa amaSeru or Seror or Zeru or Zoro or Mzolo or Mtolo or Tholo or Tlou or Ndlovu or Ndou or Zhoulou or Tulu or Turu or Lutu as in Lutuli = Zwane = Toure (West Africa) = Ituri (Congo) = Ntuli.

        In the Bible, Zerubabel or Zorobabel and Semei came back to Jerusalem from Babyolonian exile and formed the nation known as Hebrews post the exile of Babylon.

        Lezi izindlu ezibizwa ngokuthi iNsindeni. Izindlu zamaKhosi asakhothama akwaZulu. amaKhosi ngokwawo Korea inye inkosi yamaKhosi. AmaVenda, abeTswana/Zwane/Tawana/abaNtwane baseBotswana Limpopo, North West, Northern Cape, amaXhosa, Tsonga, Bemba, Lunda-Luba etc. In Africa were once part of us but, ke, basidayisa abaNtwana benza amaDeal nabelungu bawuhlakaza uZulu.

      • ntuthukozwane

        Zwane = Mazuwane = Bantuwane = Kantu = e.g. Ntuthuko Ka Ntu = Son of Ntu.

        Zulu, Ntuli, Lutuli, Toure, Ndlovu, Chopi, Mjobi = Jobe = Lope = Qwabe = Gcwabe = sons of Ntu.

        Ntu is also Edo. Eddo is a kingdom in Africa where Israelites and more specifically the Levites lived. It is written as so in the Bible.

        Kantu is also called Gando of Dlomo clan and is also called Gwato = BamaNgwato (most senior clan of Botswana, the Khama presidents are the rulers of this clan) = Tongwa = Ntuka = Mntungwa = Ndonga = BaDogwa = BaTlokwa = Hlongwa = Dzonga = Roka = Moroka = Ronga = Ndau = Mudau = Batau = Tau (means Lion) = Duma (means lion) = Ngonyama = Mbube = Mphephu = AmaTonga. These are the princes and rulers of the Zulu together with their King of Kings.

        Myeni is not a surname but a House = has different surnames under it but it is a ruling house. A person of Royal stock would leave their house and change their surname from Zwane to that house they are ruling. At Yemeni, it shows where we came from in the Middle East before the destruction of the temple. OYemeni kungasoDlangezwa naseNdlangubo kwaQwabe eNyakatho naKwaZulu, KwaZulu uqobo.

        Zonke izizwe zakwaZulu ngezakwaZwane futhi ezakwaDlomo:
        1. NZUZA
        2. DUBE
        3. MZIMELA
        4. MBAMBO
        5. MTHETHWA
        6. NGCOBO
        7. MACAMBI
        8. CEBEKHULU = Gqunukhwebe = Damara = Mdolomba
        9. ZUNGU
        Etc.

        • Bongela Tembani

          I want to know, ndiva kusithiwa kwakukho uMnguni 1 ngaphandle kwalo uzala oLuzumane, Malungana Swati no Ndebele

  4. Aningisize ngezithakazelo zakwa Mashaba bakith nakho ngingazitholi

  5. Babevilapha abantu bakwa myeni ukwenza izithakazelo

    • Israel Myeni

      Akulona iqiniso lelo. Bheka ngokulandelayo izithakazelo zoMyeni

      Angikwazanga ukulamanisa (genealogy tree) amaKhosi akwaMyeni lapha.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

β“’ 2025