Izithakazelo zakwa MaKhubu Clan names

MaKhubu Mbongwa, Mwelase, Mbuyisa wena obongelwa ngaphandle kodwa ebe ebongelwa endlini. Mzingeli Wezinyamazane, makholo amahle adiliza umhlanga kudungeke zonke iziziba. Mkholo onsundu nezinyawo zakhe, Mbilanduna ohlala endleleni ethembe izibhakela zakhe. Owathi engabona umuntu omhlophe waya ezweni lakhe walwa nezinkunzi zakhe.kwathiwa:” izinkunzi ziyesabana namakhubalo , kanti yena ubevusa izitha nezibongo zakwaMaKhubu!” Wena wamabongwa namabongwazane. Shobane! Wena … Read more