clan names ๐Ÿ’™ clan history ๐Ÿ’ฏ

izithakazelo

Tag: Mlotshwa

Makhombothi:

  • Ntumbeza,
  • Mlotshwa,
  • Ntunzi,
  • Cabuzela onyawo zincane zingabankulu zifuze ekhabonina,
  • Khambule,
  • Nkambule,
  • Mzilankatha,
  • Shezi,
  • Magidla

Kubheka:

  • Khathide,
  • Masobote,
  • Sombheshane,
  • Makhunga,
  • Ndolwane,
  • Wena owasobodela udlubu nekhasi,
  • Mgwaqo awudluli esibayeni ngoba kuvalwe ngamakhanda amadoda,
  • Mbendebomvu enjenge Ntolwane,
  • Boya obuningi obungangobe Nyathi,
  • Mbokodebomvu kama Gayiza esunduza abeSuthu nama Ndebele,
  • Magononde,
  • Sobote !

Mnyandu

  • Gedeza,
  • Nongalaza,
  • Nondela,
  • Mphankomo,
  • Mnguningunyane

Abakwa Shezi ama Chube badabuka eNkandla, nazi izibongo zabo:

  • ย Shezi
  • ย Dlaba
  • ย Shukulas
  • ย Mnoniya
  • ย Dludle
  • ย Mchube
  • Mlotshwa ka Lumbazo ka Zokufa
  • Sigananda ophum’ eNkandla !

Ama-Qamu kwa Majozi kuthiwa bahlobene nabakwa Shezi.

  • Mthembu
  • Qhudeni,
  • Mvelase owavele Nyandeni,
  • Mvelase ka Guda,
  • Ngoza ka Mkhubukeli ka Gazi nina base Mlamlankunzi.
  • Izithakazelo zakwa Msimango
  • Thabizolo, Nonkosi, Mlotshwa,
  • Pembe ka Lokothwayo,
  • Ngelengele, Mhlehlelu,
  • Nhlokozabafo,
  • Sdindi ka Siphuki…

Ezakwa Mseleku

  • Duma,
  • Lwandle,
  • Ntenga,
  • Mthombeni

Ezakwa Msibi:

  • Ndlondlo,
  • Mabuya,
  • Guliwe,
  • Siwela,
  • Gasa.

Izithakazelo zakwa Khambule ๐Ÿ˜ Khambule Clan Names

Izithakazelo zakwa Khambule

  • Mzilankatha,
  • Inkatha kayingen’endlini,
  • Yangena kubola izinkaba zabantwana,
  • Nina bakaNkomo zilal’uwaca,
  • Ezamadojeyana zilal’amankengana,
  • Mlotshwa,
  • Malandel’ilanga umaliyoshon’emaNcubeni,
  • Mpangazitha, Magasolo,
  • Nina basebuhlen’obungangcakazi,
  • Abadl’embeleni wenkomo kungafanele,
  • Kwakufanel’udliwe ngabalandakazi,
  • Nina bakaDambuza Mthabathe,
  • Nina basemaNcubeni enabalekel’uShaka naziphons’emfuleni,
  • Kwakhuz’abantu benifihla,
  • Nafik’ eSwazini naphenduk’uNkambule,
  • Msuthu,
  • Mncube onsundu ngezinyawo zakho,
  • Wen’oyithath’iNkosi uyibek’enhlabelweni,
  • Nina baseSilutshana,
  • Nin’enakhelana noMbunda,
  • Nina bakaMaweni,
  • Nzimande,
  • Mncaphayi,Shezi,
  • Malangatsha!

Izithakazelo zakwa Jele ๐Ÿ˜ Jele Clan Names

Izithakazelo zakwa Jele

  • Jele,
  • Nonyanda,
  • Luvuno, Nguboyengwe,
  • Gasa, Malembe,
  • Mthiyane, Cebisa,
  • Dladlami, Makhaza, Mlotshwa,
  • Ndawonde, Nhlapo, Khabela, Sokhulu,
  • Skhangane esakhang’amadoda
  • Nkala, Vumisa,
  • Mpandane!

Page 5 of 5

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: