Izithakazelo zakwa-Mntambo
Nhlangothi
S’hlahl’ekhulu
Cimbishe
Ntethe
Mlondo, Vezi,
Nyong’eluhlaza enjengeyenyamazane,
Masilela, Jiyane,
Kweyama!
Bhengu Clan Names 👑
Izithakazelo zakwa Bhengu 💛 Clan Praises Bhengu Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane,KaNgwane, KaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo, Read more
Bhebhe Clan Names 😍
Izithakazelo zakwa Bhebhe Bhebhe, Makhedama, Soyengwase, Nina bakaBhebhe kaMthendeka, Nina bakaSoqubele onjengegundane, Nina baseSiweni, KwaMpuku Read more
Izithakazelo zakwa Biyase ? Biyase Clan Praises
Biyase Clan Names Khathini, Ziqubu, Ngonyama yenduna, Luphondo!
Biyela Clan Names 😍 Izithakazelo
Izithakazelo zakwa-Biyela Ntshangase, Menziwa, Njezi ka Xhoko! Ndabezitha! Mvundlane wasoKhabeni, Mbeng'osinda abosi, Mgazi!
Sindi mbele
Uthini umlando wakwaMtambo
Zintle
abantu bakwamasilela bahlobana kanjani naba kwamtambo?
Futhi izithakazelo zakwa masilela zithini?
Philani Jiyane eNquthu
abantu bakwa Jiyane nabakwa mntambo bahlobana kanjan
Langa Nkosi
Angicabangi ukuthi bayahlobana ngoba umalumekazi wami ngowakwa mthambo lixhosa Umama owakwa Jiyane li Nguni ke yena