The clan name is the name of the first ancestor or family that gave birth to the clan. Clans make up tribes and tribes make up nations.
Tag: Clan Names
A surname or last name is a hereditary name common to all members of a family, as distinct from a forename or given name.
A clan name is not necessarily a surname and serves a different purpose to that of a surname. The clan name is the name of the first ancestor or family that gave birth to the clan. Clans make up tribes and tribes make up nations.
Nzotho
Nyelenzi
Maphango
Magatyana
Sithosomile
Ngxala
Njeke
Hebe-Hebe
Magawul’ikhula
Nabelemntwini
Dukashe
Sibiya Clan Praises :
Ndaba,
Gumede,
Sibiya ngenkomo, abafokazana bebiya ngamahlahla,
Nina bakwankom’isengelwa emaweni,
Ingasengelw’esibayeni akuyon’eyakhona.
Gumede kaNdaba,umanyelela njengentombi iy’esokeni,
Mkhananda owafinyelela kubalondolozi,
Wemuka noGodokazi way’eMfolozi,
UHhiya kwabanani,
Okwaphwekwa esendlini,
Kwaze kwephulwa esendlini,engazange afe ukufudumala,
Mgxebe!
Khathi!
Nina bakaSotobe kaMpangalala!
Maduna Clan Praises :
Gubevu,
Nokhala,
Mpungushe,
Mandl’amakhulu,
Sivunguvung’ esawis’ indoda emahlangeni,
imamba kandidini ngoba ngimesabile,
uNokhala owawela ngempalazo eyaphalazwa ngamadoda,
Maduna omuhle ngekhala lakhe, isilo esinamadevu emlonyeni,
Ngaculende emabalabala njenge ngwe,
Inkomo ezingqukuva azibuyi emzini xa bekulotyolwe ngazo,
Ngub’engcuka aaahhh!!!!!!
Izithakazelo zakwa Mhlamvu 😍 Mhlamvu Clan Names
Uma unazo sicela uzithumele kule email: [email protected]
Nkasa clan history
AbakwaNkasa abakwa yisongo zensimbi.mlondo ngokulondoloza.lamula kaZwelibanzi wendabuko. Gumede kaVezi . Amawangala amakhubaluthuli. Abadle isigungu bebodwa inkosi yakubo KwaNkasa bengasayibikelanga
Okwathi lapho sebeyibikela babe sebeyibikela ngodaka. Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane zona ziphapha phezulu. AbakwaMzondeki ngoba bazondeka ebantwini.AbakwaMpengula Josi liphuma efuthweni.
Abakwasincwada ngaphambili Kanti abanye bencwada ngengedo.
Abakwa sithokolo esimadolo mafushane sakwaMvubelo.AbaQulusi isidindi somtshiki. Inqaba kutholwa into ongeke wayithola nomakuphi.amaMbo namaMbokazana.
Sidabuka esizweni samathonga kwaQwabe.
Ezinye Izithakazelo 😍 Clan Names 😍 Clan Praises
B
•Bhengu | •Biyase | •Biyela | •Blose | •Bhebhe |
•Bophela | •Buleni | •Buthelezi |
C
•Caluza | •Cambi | •Cebekhulu | •Cele | •Chagwe |
•Chamane | •Chibi | •Chili | •Chiliza | •Chiya |
•Chonco | •Chule | •Cibane | •Cindi | •Coka |
D
•Dhlomo | •Dimba | •Dladla | •Dlamini | •Dlamlenze |
•Dlangalala | •Dlodlo | •Dlomo | •Dludla | •Dludlu |
•Dlungwana | •Dlungwane | •Donda | •Doyisa | •Dubazana |
•Dube | •Duma | •Dumakude | •Dumisa | •Dunge |
•Duze |
F
•Fakazi | •Fuze |
G
H
•Hadebe | •Hlabisa | •Hlatshwayo | •Hlela | •Hlengwa |
•Hlomuka | •Hlongwa | •Hlongwane | •Hlophe | •Hlubi |
J
•Jali | •Jama | •Jamile | •Jele | •Jili |
•Jiyane |
K
•Khaba | •Khambule | •Khanyeza | •Khanyile | •Khathi |
•Khathide | •Khawula | •Kheswa | •Khobeni | •Khoza |
•Khubisa | •Khuluse | •Khumalo | •Khumbuza | •Khuzwayo |
•Khwela | •Kubheka | •Kunene | •Kweyama |
L
•Lamula | •Langa | •Lembede | •Linda | •Lukhele |
•Lushozi | •Luthuli | •Luvuno |
THOLA ESAKHO ISIKIBHA ESINESITHAKAZELO SAKHO. ORDER: 061 868 5163 (WHATSAPP OR CALL) PRICE: R200
M
N
•Ndlovu | •Ndwandwe | •Nene | •Ngcobo | •Ngema |
•Ngidi | •Ngubane | •Ngwane | •Nkomo | •Nkosi |
•Ntuli | •Nxumalo | •Nyembe | •Nzama | •Nzimande |
•Nzuza | •Ngobese | •Ndaba | •Nkabinde |
Q
•Qwabe |
S
•Shandu | •Shange | •Shezi | •Sibeko | •Sibiya |
•Sikhakhane | •Sokhulu | •Sithole | •Shabalala | •Sibande |
T
•Thwala | •Tembe |
X
•Xulu |
Z
•Ziqubu | •Zondi | •Zulu | •Zuma | •Zungu |
•Zondo |