clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Cebekhulu Page 1 of 2

Izithakazelo zakwa Matshazi

Ka Linda kaMkhonto, ngilinde ngisayo panda ezam ngaphesheya komfula.Nsele Mkhonto ongagobi.

Izithakazelo zakwa Linda Clan Names & History

Linda,
Ndzimase,
Magidi,
Cebekhulu,
Wena Wengwe Ongavali ngam’goqo, ovala ovala ngamakhanda amadoda
Nsele Kalinda Mkhonto,
Ntshosho,
Mangethe!

Ncwane Clan praise & History

Ncwane,
Gwamanda,
Cebekhulu,
Zandla zimhlophe,
Mpukane ezibindibindi,
Nina engadla kwavuvukala ingalo ingakho zingaka,
Nogandayi !!!

Phungula Clan Names

Phungula,
Mbandlwa,
Mndlovu,
Mbangumude,
Uhaha inyoni esindwa isisila sayo,
Cebekhulu !

Cebekhulu Clan History, Umlando, Meaning & Origin

Cebekhulu Clan History, Umlando, Meaning & Origin
The meaning, origin and history of Cebekhulu surname is not yet listed.

This surname is prevalent in South Africa.

Click to add info about this surname

Ndinisane Clan Names & History

Izithakazelo zakwa Ndinisane
Zwane,
Mangethe,
Nsele,
Zikode,
Cebekhulu,
Mabaso !

Izibongo zakwa Cebekhulu

Izibongo zakwa Zwane

  • Mangethe,
  • Cebekhulu,
  • Mbengo,
  • Mbambo,
  • Mungwe,
  • Phikelela,
  • Nsela,
  • Ndabakansele,
  • Zikode,
  • Nsele,
  • Mafu,
  • Mthayi,
  • Mgabhi,
  • Mhlaba,
  • Mchwayo,
  • Ntshosho,
  • Cengesi,
  • Thinta

Abanye bazikhumbula kanje

IZITHAKAZELO ZOMBAMBO

Mageza ngobisi lwenqu… yabafazi bamanye

amadoda, abafakozana begeza ngamanzi,

Ubambo kaludliwa ngabafokazana, ludliwa

umlandokazi, Mbiko, Mkhemezela, khethwayo,

Jangaza, Bhubhu kaNdaba, Goba ngokugoba

amadolo, Mbambo kaLushozi kaMomoyi ka

Mandlovu.

Izithakazelo zakwa Shazi Clan Names

Shazi,
Bombo,
Zindela,
Mavuso,
Cebekhulu,
Bhayeka,
Nongodwanini,
S’hlahl’eskhulu,
Mkhosana

Izithakazelo zakwa Cebekhulu Clan Names

Cebekhulu: Linda, Nsele, Mafu, Nkunga, Nsele kaLindamkhonto! Nongalo, Mntungwa, Sothinyase! Linda kaMafu! Nina bakaMtoyi kaGobho! Mayinga kaNombedu; Oying’ izintaba zombili!

Continue reading >>

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: