Jubane clan & Brief History:
Abakwa jubane bayinzalo ka Mntungwa ka Nyawose Ngase ndlini ka donda weziziba.
O Jubane laba Babuye bahlobane nabakwa Mvelase ngomthwalo womfowabo kadonda weziziba u Mabaso owabe eyinyanga enkulu yakwa khumalo iningi labantu balesi sibongo batholakala kwelase Zimbabwe ngo komlandu we silo sakwa khumalo okuwu Mzilikazi kamashobane awasuka eminyakeni yo 1800 hundred lapha kwelase ningizimu Africa yilokho enginga kupha Kona mtakwethu.
Izithakazelo zako Jubane
Majubane, Damane, Mvalo, Mahlabane
Lonkosi onganyathikazi, Thubane KaMyeni,
Mgoqo ovale izintombi zenkosi zisiya
Kwazulu, Mvalo ongotshana,nina bakwa
Donda weziziba ngomthwalo wakwa Mabaso
Nina enayala ukubusa ngamabomo nathi akubuse isigwegwe sika bingweni, Bantwana benkosi
Nina enembatha isikhumba ngasoboyeni
Amanye ama Ntungwa esihlanekela
Mgoqo Sobuyase, Damane Mantungwa amahle
Makhosi amakhulu zinkosi Zama Nala
Ndabezitha
By Mehlokazulu
Share this post 
Related

Majubane, Damane, Mvalo, MahlabaneLonkosi onganyathikazi, Thubane KaMyeni,Mgoqo ovale izintombi zenkosi zisiyaKwazulu, Mvalo ongotshana, nina bakwaDonda weziziba ngomthwalo wakwa MabasoNina enayala ukubusa ngamabomo nathi akubuse isigwegwe sika bingweni, Bantwana benkosi,Nina enembatha isikhumba ngasoboyeniAmanye ama Ntungwa esihlanekelaMgoqo Sobuyase, Damane Mantungwa amahleMakhosi amakhulu zinkosi Zama NalaNdabezitha ! 
Izithakazelo zabaThembu Mvelase Nin'enavel'eNyandeni Ngomthwalo wakwaMabaso Nina bakwaGogolazitha Nina bakwaNobasali Nina bakwaVezi uNonyanda Nina bakaNgoz'akakhokhobi Ngoba wakhokhobel'izinkomo zamadoda Nina bakaVezi kaMandulo Nina bakaNotsele kaNodada Nina bakaSibhuzikazi simayikayika Nina bakaPhumuz'abant'amaphiko BaThemb'abaseng'inkom'izele Nina bakaGude... Continue reading>>
MvelaseNin'enavel'eNyandeniNgomthwalo wakwaMabasoNina bakwaGogolazithaNina bakwaNobasaliNina bakwaVezi uNonyandaNina bakaNgoz'akakhokhobiNgoba wakhokhobel'izinkomo zamadodaNina bakaVezi kaManduloNina bakaNotsele kaNodadaNina bakaSibhuzikazi simayikayikaNina bakaPhumuz'abant'amaphikoBaThemb'abaseng'inkom'izeleNina bakaGudeNonjolo!Madl'amathiban'indlal'iwileNina bakoNonyeziAmahwanq'amakhuluNina baseQhudeniNgokudl'iqhude lifileKhathide!Maphanga!Zakwe!Kunene!Jubane!Sobuyase!
Mehlokazulu
Izithakazelo zako Jubane
Majubane,Damane,Mvalo,Mahlabane
Lonkosi onganyathikazi,Thubane KaMyeni,
Mgoqo ovale izintombi zenkosi zisiya
Kwazulu,Mvalo ongotshana,nina bakwa
Donda weziziba ngomthwalo wakwa Mabaso
Nina enayala ukubusa ngamabomo nathi akubuse isigwegwe sika bingweni,Bantwana benkosi
Nina enembatha isikhumba ngasoboyeni
Amanye ama Ntungwa esihlanekela
Mgoqo Sobuyase,Damane Mantungwa amahle
Makhosi amakhulu zinkosi Zama Nala
Ndabezitha