Ake sithi qaphu ngomlando omfushane wasemandulo phakathi kwabakwaKhumalo nabakwaNkosi Ndlangamandla
Lomlando ubhalwa kule-blog www.izithakazelo.blog, ngu Nellie KaMakhunga Nkosi
NginguKaMakhunga ngigane kwaNkosi Ndlangamandla.
Ngafika ngatshelwa nje ukuthi yebo bangaMantungwa bphuma khona kuKhumalo kodwa ke ubuhlobo baphela endulo mhla indoda yakhwaKhumalo enguNkosi iyoganisa izintombi zayo ezinhle kwaKhumalo owayenezinsizwa ezinhle.
Wazembesa izikhumba zembuzi okwaqedwa ngazo ubuhlobo. Njengoba kuthiwa Siwela sikaMabuya sezembethe ugogwane lwembuzi.
Baphela ubuhlobo. Sinabo oMaNkosi abagane kwaKhumalo noMaKhumalo abagane kwaNkosi
Leave a Reply