Maduna,
Msuthu,
Gubevu,
Nokhala,
Jiyane,
Mpungushe,
Mandlamakhulu,
Svunguvungu esawisa indoda emahlangeni,
Imamba ka dindini ngoba ngimesabile,
Unokhala owawela ngempelazo eyaphalazwa ngamadoda,
Maduna omuhle ngekhala lakhe,
Isilo esimadevu emlonyeni,
Nkancula emabalabala njenge ngwe,
Nkomo ezingqumunga azibuyi emzini xa kulotsholwe ngazo,
Ngubo engcuka !!
Share this post 
Related
Maduna Surname Msuthu, Gubevu, Nokhala, Jiyane, Mpungushe, Mandl'amakhulu, Sivunguvung' esawis' indoda emahlangeni, imamba kandidini ngoba ngimesabile, uNokhala owawela ngempalazo eyaphalazwa ngamadoda, Maduna omuhle ngekhala lakhe, isilo esinamadevu emlonyeni, Ngaculende emabalabala njenge ngwe, Inkomo ezingqukuva azibuyi emzini xa bekulotyolwe ngazo, Ngub'engcuka aaahhh!!!!!!
Maduna, mboweni omuhle, muhlemhlangano, mhlanganisi wemabutho mathokazi !
Nazi izithakazelo zakwa Maduna: Maduna, Msuthu, Gubevu, Nokhala, Jiyane, Mpungushe, Mandlamakhulu, Svunguvungu esawisa indoda emahlangeni... Continue reading>>
Leave a Reply