UMzila waye yingane kaSoshangane Nxumalo…nguyena owa Sala nobukhosi eMozambique..Kodwa abanye abakhe babuyela kwaZulu ngesikhathi ku khothama uSilo uNgungunyane Nxumalo.
Mzila Clan Names
Mzila,
Nyambane, Mzila wezinkomo,
Vavolukhulu, olwangasentimbili lwavungama,
Msila wesilo ugoqolo, Nina bakowoza,
Nina enagqiza ngesongololo abanye begqize ngobuhlalu,
Dadase !
Share this post 
Related
Mzila Clan Praises mzila, nyambane, mzila wezinkomo, vavolukhulu, olwangasentimbili lwavungama, msila wesilo ugoqolo, nina bakowoza, nina enagqiza ngesongololo abanye begqize ngobuhlalu, dadase
Mzila, Nyambane, Khuzwayo, Dadase, Mzila wezinkomo, Vavolukhulu!
Mguni, madlala, unangunangu engayisuye, echingwe chinotadayila, Tshuphula ka khwali, mbikwa, ndubazi, ntamenkulu, jabajaba, Jiyane, mzimela, lonkosi, Vuka qhina sikushaye inqoboka, mkhonto owadl’INdinana, gubhankomo, Sangweni, mkhele, mzila kawulandelwa, owulandelalo uyazibambelela, Ulibinda Nkosi!
Leave a Reply