BENYA, Maduli, Ngogo Zabantu, Mabhincela eHlangani Abanye Bebhincela endlin, Mbomvu, Somahhashi, Nyoni emnyama esidwa isisila sayo, uNomasikisiki, Mpukane ephandana nabaqhugaqhugayo
Tag: benya
Benya surname Brief History
Isibongo sakwaBenya sidabuka esibongweni sakwaNgubane. Ngesikhathi sezimpi zaseMaBomvini Omunye waMadodana akoNgubane wabaleka eMabomvini, wafike wazibiza ngeGama lekhehla lakhe uBenya . Ngoba engafuni ukubanjwa.
uBenya naye uyanquma ucikicane uma egcina usiko.
Benya Clan Names 👑
Benya 💛, Maduli, Ngogo zabantu, Mabhincela esangweni , abanye bebhincela endlin, Mbovu , somahhashi , Nyoni emnyama esidwa isisila sayo unomasikisiki, Bhongoza omhlophe , Mpukane ephandana nabaqhungayo !! 🙌🙌
BENYA: If you know any information about this surname, such as its meaning, origin, history or clan names or their history, please add the info in the comments below or click this button + ADD CLAN NAMES
Leave a Reply