clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Clan Praises

Mokwena clan praises

mokwena moila lehlaka moroka a meetsi a pula Mbedzi raboyana

Dlamini Zizi Jama ka Sjadu

dlamini zizi jama ka sjadu jamelenkungwini zizi elimnyama nenkomo zalo ndilimfengu indoda yamabhele mhade nhencingazalo zingaphesheya kolwandle

Amanzotho Clan Names

Nzotho
Nyelenzi
Maphango
Magatyana
Sithosomile
Ngxala
Njeke
Hebe-Hebe
Magawul’ikhula
Nabelemntwini
Dukashe

Khawula Clan Names 😍 Khawula Clan Praises

Hlongwa,

Gabhise, Ntombela,

Gidela, Mtumaseli,

Ntanzi!

Sibiya Clan Praises 😍 Sibiya Clan Names

Sibiya Clan Praises :

Ndaba,
Gumede,
Sibiya ngenkomo, abafokazana bebiya ngamahlahla,
Nina bakwankom’isengelwa emaweni,
Ingasengelw’esibayeni akuyon’eyakhona.
Gumede kaNdaba,umanyelela njengentombi iy’esokeni,
Mkhananda owafinyelela kubalondolozi,
Wemuka noGodokazi way’eMfolozi,
UHhiya kwabanani,
Okwaphwekwa esendlini,
Kwaze kwephulwa esendlini,engazange afe ukufudumala,
Mgxebe!
Khathi!
Nina bakaSotobe kaMpangalala!

Mthembu Clan Praises -Mvelase Clan Names

Mthembu Clan Praises

Mvelase
Qhudeni Mvelase,
Owavel’eNyandeni yemikhonto yakwaMabaso,
Mvelase kaGuda,
Ongawadl’amathibani,
Angadl’amathibane indlala ngabe iwile,
Mnisi wemvula ilanga libalele,
Ngoz’ovel’eNyandeni,
Ngoza kaMkhubukeli, kaGazi,
Nina baseMlamlankunzi!

Maduna Clan Names & History

Maduna Surname

Msuthu,

Gubevu,

Nokhala,

Jiyane,

Mpungushe,

Mandl’amakhulu,

Sivunguvung’ esawis’ indoda emahlangeni,

imamba kandidini ngoba ngimesabile,

uNokhala owawela ngempalazo eyaphalazwa ngamadoda,

Maduna omuhle ngekhala lakhe, isilo esinamadevu emlonyeni,

Ngaculende emabalabala njenge ngwe,

Inkomo ezingqukuva azibuyi emzini xa bekulotyolwe ngazo,

Ngub’engcuka aaahhh!!!!!!

AbakwaNkasa 😍 Nkasa clan history

Nkasa clan history

AbakwaNkasa abakwa yisongo zensimbi.mlondo ngokulondoloza.lamula kaZwelibanzi wendabuko. Gumede kaVezi . Amawangala amakhubaluthuli. Abadle isigungu bebodwa inkosi yakubo KwaNkasa bengasayibikelanga

Okwathi lapho sebeyibikela babe sebeyibikela ngodaka. Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane zona  ziphapha phezulu. AbakwaMzondeki ngoba bazondeka ebantwini.AbakwaMpengula Josi liphuma efuthweni.

Abakwasincwada ngaphambili Kanti abanye bencwada ngengedo.

Abakwa sithokolo esimadolo mafushane sakwaMvubelo.AbaQulusi isidindi somtshiki. Inqaba kutholwa into ongeke wayithola nomakuphi.amaMbo namaMbokazana.

Sidabuka esizweni samathonga kwaQwabe.

Izithakazelo (Source: Zuluring.blogspot.com)

Ezinye Izithakazelo 😍 Clan Names 😍 Clan Praises

B

•Bhengu •Biyase •Biyela •Blose •Bhebhe
•Bophela •Buleni •Buthelezi

C

•Caluza •Cambi •Cebekhulu •Cele •Chagwe
•Chamane •Chibi •Chili •Chiliza •Chiya
•Chonco •Chule •Cibane •Cindi •Coka

D

•Dhlomo •Dimba •Dladla •Dlamini •Dlamlenze
•Dlangalala •Dlodlo •Dlomo •Dludla •Dludlu
•Dlungwana •Dlungwane •Donda •Doyisa •Dubazana
•Dube •Duma •Dumakude •Dumisa •Dunge
•Duze

F

•Fakazi •Fuze

G

•Gabela •Gamede •Gasa •Gasela •Gatsheni
•Gaxa •Gazu •Gcaba •Gcabashe •Gcumisa
•Gcwabaza •Gcwensa •Gebashe •Gedeza •Gina
•Gininda •Goba •Gobhozi •Goqo •Gule
•Guma •Gumbi •Gumede •Gwacela •Gwagwa
•Gwala •Gwamanda

H

•Hadebe •Hlabisa •Hlatshwayo •Hlela •Hlengwa
•Hlomuka •Hlongwa •Hlongwane •Hlophe •Hlubi

J

•Jali •Jama •Jamile •Jele •Jili
•Jiyane

K

•Khaba •Khambule •Khanyeza •Khanyile •Khathi
•Khathide •Khawula •Kheswa •Khobeni •Khoza
•Khubisa •Khuluse •Khumalo •Khumbuza •Khuzwayo
•Khwela •Kubheka •Kunene •Kweyama

L

•Lamula •Langa •Lembede •Linda •Lukhele
•Lushozi •Luthuli •Luvuno

THOLA ESAKHO ISIKIBHA ESINESITHAKAZELO SAKHO. ORDER: 061 868 5163 (WHATSAPP OR CALL) PRICE: R200

THOLA I-HOODIE ENEZITHAKAZELO ZAKHO: ORDER: 061 868 5163 PRICE: R400

M

•Mabanga •Mabaso •Mabizela •Mabuya •Mabuyakhulu
•Mabuza •Machi •Made •Madela •Madlala
•Madondo •Madonsela •Maduma •Maduna •Mafulela
•Magagula •Magubane •Magwaza •Mahaye •Mahlaba
•Mahlalela •Mahlangu •Mahlinza •Mahlobo •Majola
•Majozi •Makhanya •Makhathini •Makhaye •Makhoba
•Makhunga •Malinga •Maluleka •Malunga •Mamba
•Manana •Manqele •Manyoni •Manzi •Manzini
•Maphalala •Maphanga •Maphumulo •Masango •Maseko
•Mashinini •Mashiyane •Masina •Masinga •Masondo
•Masuku •Mathaba •Mathe •Mathebula •Mathenjwa
•Mathibela •Mathonsi •Mathunjwa •Mavundla •Mavuso
•Mayisela •Mazibuko •Mbambo •Mbanjwa •Mbatha
•Mbeje •Mbhele •Mbokazi •Mbonambi •Mbongwa
•Mbuli •Mbuyisa •Mchunu •Mcoyi •Mdladla
•Mdlalose •Mdletshe •Mdluli •Mdunge •Memela
•Mfeka •Mfusi •Mgenge •Mgobhozi •Mhlaba
•Mhlanga •Mhlongo •Mhlungu •Miya •Mkhabela
•Mkhaliphi •Mkhatshwa •Mkhize •Mkhonza •Mkhwanazi
•Mlaba •Mlambo •Mlangeni •Mlondo •Mlotshwa
•Mncube •Mncwabe •Mngadi •Mngoma •Mngomezulu
•Mnguni •Mngwengwe •Mnisi •Mnomiya •Mnqayi
•Mntambo •Mnyandu •Motha •Mpanza •Mpofana
•Mpungose •Mqadi •Msane •Msani •Mseleku
•Msezane •Msibi •Msimango •Msomi •Msweli
•Mthabela •Mthembu •Mthethwa •Mthimkhulu •Mthiyane
•Mthombeni •Mtimande •Mtolo •Mtshali •Mbuyazi
•Mchunu •Mbatha •Myeni

N

•Ndlovu •Ndwandwe •Nene •Ngcobo •Ngema
•Ngidi •Ngubane •Ngwane •Nkomo •Nkosi
•Ntuli •Nxumalo •Nyembe •Nzama •Nzimande
•Nzuza •Ngobese •Ndaba •Nkabinde

Q

•Qwabe

S

•Shandu •Shange •Shezi •Sibeko •Sibiya
•Sikhakhane •Sokhulu •Sithole •Shabalala •Sibande

T

•Thwala •Tembe

X

•Xulu

Z

•Ziqubu •Zondi •Zulu •Zuma •Zungu
•Zondo

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: