Gcwensa, Ndimande, Mlokothi
Somuhle, Lwandle aluwelwa luwelwa zinkonjane, Msunumude mawumfishane ufuze ekhaya konina, Gagamela ingonyama, Manembe.