Lusinga,
Mlibelwane, Dabeza,
Ndimande omuhle owakhuMuthi,
Matshologwane,
NguLalanyaye, Mdawu owabhodla kwathunda amadoda,
Bathi ehh Lusinga, ehh ngβKokela, ehh Masondo,
UMabele amade amunyisa umntwana ngaphesheya komfula,
Ngesama Dawu esabikwa eTsholotsho, iNkosi yesango,
Ehh Ndimande, Bayeni, Nkokela, Masondo, Sbanda, Matshologwane,
Lusinga!
Tag: Izithakazelo Page 4 of 92
jila, gcumisa, ngwazi, minadela, mgcubhuza, saphulamuntu ngomzima, wena webhabha elikhwelayo, wena kamnduze omacucu, wena ka bhovungane ozalwa umaganyane, wena kamathanga awahlangani ahlangana ngoba ebona indoda, wena kagagaqikili uqikili wezifunda, wena kavundisizintaba, wena kasibumbu singqulunga singakanani!
NGWAZI
Gcumisa,
Gcwensa,
Mzulwini,
Ndimande,
Gebashe,
Ngcaweni,
Mnguni,
Gedeza,
Mnyandu,
Nongalaza,
Mpangazitha,
Gina,
Mhlongo,
Magadlela,
Gininda !!
NGWEZI,
MAPHUMULO,
ZIKODE,
MGOBODE ELIFUDUMELE LIKAZIKODE,
ABAHLE BASENGOLELENI,
DUBANDLELA,
MASHIMANE ZUKUZELA,
MASIYANA, CWALILE,
IBINDA INKOSI AYIQEDWA FUTHI AYISOZE,
NGWEZI!
Bhama,
Nsinde,
Nwazuzela,
Phehlela nhlanye njenge jongosi,
Fize,
Mashiyamahle engathi azo shumayela!
Izithakazelo zakwa Tofile.
If you have information on this surname, its clans or history, please add in the comments below.
Mangaye clan names. If you know Mangaye clan praises or history, please add it by making a comment below.
Mkhaba, Mthunzi, Nqabane, Mtshengwana, Nombembembe, Mthunzi wokuphumula amagwala, Magezagamanxe njengomane ezovubela,Phakathi koNkosi!
Ngicela owazi izithakazelo zakwa Nsete ziphele angisize
if anyone knows Nqotheni clans name, please add them in the comments below. Thanks in advance!