meaning of names 💛 clan names 💯 history

izithakazelo

Tag: zakwa Page 1 of 9

Izithakazelo zakwa Mdlaka clan names & History

Mdlaka
Msinga,qhwangu,
Bhobhisa,mbinazo,
Landula,
Malandelwa intombi ithi ngizeke
noma ngen’komo.

Izithakaelo zakwa Mamba Clans & History

Nkhosi Mamba Ntfulini,
Samketi Sinembov’kumalangeni,
Mambalendze yasensokonsokweni,
KaMamba Akuvalwa ngemivalo,
kuvalwa bgemakhandza emadvidza,
Gslolugwegw’lolwakhokha tingingila
temadvodza,
Luv’nguvung’ lolwatfwele umlomo Ngabe luveni,
Mamba!!

izithakazelo zakwa Nhlangulela & History

Nhlangulela, gagase, mdzepha, mnyisa owanyisa inkosi ingasanyi, khuze, heledwana, ndukumbomvu, mahlokohloko adl’insimu eyililela!

Izithakazelo zakwa Mweli clan names

Mweli, Jili, Ngqambela kaNgqayana, Sibakhulu, Ntlangwini enebatha yase makhuzeni, Gqeshe elibomvu, Lakwa Gqilana !

Izithakazelo zakwa Mabhozo Clan Names

Juqu,
Jileka,
Mahlamb’ echoph’ etyeni,
Mlibata,
Maliwane,
Mbotho,
Mtshikilana,
Mavela,
Magqiza,
Sbasa manzini kuvuthe umlilo!

Izithakazelo zakwa Nkala Clan Praises

Yheyheni!!! MaNkala phosani imikhonto phezulu,nanku umnaba sinabile.

Nkala ka Mphanjana,Mlotya,Maphanga,
Vumisa,Gidela,Mnabase owanabela izizwe zonke zabikelana,Sity’esihle sokudlela amakhosi namakhosazana,Sgobagobani esagobela amakhosi ako Mthimkhulu ooBhungane,Nkala omnyamazana omhlaba ubovana unezibuzana,Nkasa kabini eyakhasa ubuncinci yakhasa ubukhudlwana,Mlambo awuwelwa uwelwa zinkonjane kuphela kuba zona zibhabha emafini,Mbizana yodongwe eyaqhekeka kabini yathi Aaaah!!!! Nkala.

Izithakazelo zakwa Mahlaba clans

Mahlaba,
Luthuli,
Lwazitha,
Mmema,
Nkomzwayo!

Izithakazela zakwa Base Clan Names & History

Izithakazela zakwa Base:
Hlozini,
Maveza,
Sibhayi,
Mkhabakhaba,
Mazila,
Phahlane,
Cogwane,
Mhlumela!

Izithakazelo zakwa Chala clan names

Chala, Mayekani
Jama KaSjadu
Wena owabhodlela incengwane
Mfene kwezinye izimfene…ect

Izithakazelo zakwa Soboyisi

Ndala, Ncenjana, Mbiza, Abelungu abahamba nge banoyi!

Page 1 of 9

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: