Zulu
Ndabezitha
Mtwana
Zulu kaMalandela ngokulandela
Izinkomo zamadoda
Zulu omnyama ondlela
Zimhlope
Wena kaPhunga noMageba
Wena kaMjokwane kaNdaba
Wena wenkayishana kaMenzi
Eyaphuza umenzi ngemuva
S’thuli sikaNdaba
S’thuli sikaNkombane
Wena kasihhawuhhawu
Siyinkondlo bayikhuzile ngoba
Ikhuzwe abaphansi nabaphezulu
Wena kanongwaja omuhle ngomlenze,
Wena kaMbambelashoba
Ndabezitha,
Thole lika Madzikane ,
Ntombela,
Khalimeshe,
Nofisa ongafi ofangephutha ngamaloyo kuphela,
Msunywana omncanyana ngokuswela wona,
Mafula ngesibumbu ngokuswel’ ingobozi.
Wabane, Vebi, Nomsunwana ,
Matsheketshe!
Leave a Reply