Mdolomba
Mzukase,
Mnguni wasenhla
Wena waseNingizimu
Mabasendleleni zombili, enye ngeyokuya, enye ngeyokubuya
Gwebeshomnyama, ophuza amanzi okuhlalelwa
Wena owabalekela insingizi ngokusindela uthi silwane
Mdlomba kaDuma
Wena ongengakanani ngoba nasentendeni yesandla uyahlala
Ngwenya kaMalambe
Mzimela
Mziyankatha!
Share this post 
Related posts
izithakazelo zakwaSibamboSibamboMasingaBhaka hhofuMabanda ngesika kuNkindwaneUmoni wendlela ngonyawoMalandelaMkhombi wendlelaWena okwaphambana izindlela kwangaphambana ikhandaWena owabulawa ngekhofiAbafokazane bekufela umonaNgenxa yezibusiso USibambo lona wayenguMasinga ngokuzalwa. Babezelwe bebabili bengamadodana eNkosi uMabhudu Masinga, okwathi ngonyaka okwafika ngawo amaPortuguese, efika ngemikhumbi ezweni lakhe afika amthungatha, ehamba ebuza, kwaze kwafika ezindlebeni zakhe, wasekhetha ukufihla amadodana akhe kwezizwe ezakhelene…
Mdolomba Mzukase, Mnguni wasenhla Wena waseNingizimu Mabasendleleni zombili, enye ngeyokuya, enye ngeyokubuya Gwebeshomnyama, ophuza amanzi okuhlalelwa Wena owabalekela insingizi ngokusindela uthi silwane Mdlomba kaDuma Wena ongengakanani ngoba nasentendeni yesandla uyahlala Ngwenya kaMalambe Mzimela Mziyankatha!
Izithakazelo Zakwa Myeni Mdolomba Mzukase, Mnguni wasenhla Wena waseNingizimu Mabasendleleni zombili, enye ngeyokuya , enye ngeyokubuya Gwebeshomnyama ,ophuza amanzi okuhlalelwa Wena owabalekela insingizi ngokusindela uthi silwane Mdlomba kaDuma Wena ongengakanani ngoba nasentendeni yesandla uyahlala Ngwenya kaMalambe Mzimela Mziyankatha
Leave a Reply