izithakazelo zakwaMzimela

Mina ngazi ukuthi uMzimela izithakazelo zakhe uMnguni, Mzimela,Jiji, Mbizeni, Ntaka, Sheleza, Lwandle aluwelwa luwelwa โ€˜zinkonjane ngoba zona zindiza phezulu, Nzungane!

Abanye bathi uMnyeni kwaku baba kaMzimela, yikho uMzimela engashadelwa kwaMnyeni. Manje engifisa ukukwazi between uMfeka noQwabe uMzimela ungena kumuphi?

Ubukhosi bakwaMzimela kusekhona Empangeni endaweni yase Ndlangubo ngaphansi kwaImpiyezintombi Mzimela.