clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Ngema

Izithakazelo zakwa-Ngema

Mngadi,
Madlokovu,
Ntusi yenkomo,
Nene,
Wena nasentendeni yesandla uyanela,
Muji,
Sthenjwa,
Madlokov’esengweni,
Sabel’uyabizw eNkonjeni ubizwa abamhlophe ukuzokhuluma ngomhlabathi wakini kaMalandela,
Sthuli sasengweni!

Ngema clan, Ngema izithakazelo, Ngema clan names – tags

Previous

Ngcobo

Next

Ngidi

11 Comments

  1. Babukhona buzinze eMthunzini, eMpangeni buze buyoshaya eMelmoth. Inkosi yokugcina jeans uSigcwelegcwele owayeyinduna yebutho lezinsizwa iNgobamakhosi.njengamanje ubukhosi buphethwe abakwaMzimela ababeyizinduna zakhe phambilini.Sabelo Sithenjwasenkosi Nene, Ondini

    • Bheki Ngema

      Bafo, awungicacisele ukuthi u-Makhedama uwubani?

  2. Babukhona buzinze eMthunzini, eMpangeni buze buyoshaya eMelmoth. Inkosi yokugcina jeans uSigcwelegcwele owayeyinduna yebutho lezinsizwa iNgobamakhosi.njengamanje ubukhosi buphethwe abakwaMzimela ababeyizinduna zakhe phambilini.Sabelo Sithenjwasenkosi Nene, Ondini

  3. Ngicela onolwazi ngobukhosi bakwa Ngema/Mngadi. Ngabe bake baba khona? Babukuphi lobukhosi??

  4. Ntusi yenkomo

  5. Muji kaMafu;Mashiya; Ntusi yenkomo; wena wezingwe nezingonyama; sithuli sasengweni; Madlokovu sabela uyabizwa eNkonjeni; wena kawungakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela; Mngadi. Ibinda!!!!!!!

  6. Muji Ka Mafu, Sthenjwa, Madlokovu????

  7. Waze washo kamnandi mfowethu. Isandla seqa ikhanda ngikhuleka Ntusi yenkomoooo!

  8. Waze washo kamnandi mfowethu. Isandla seqa ikhanda ngikhuleka Ntusi yenkomoooo!

  9. Ntusi, wothi: "Ngema! Muji ka Mafu!"

  10. Ngema kaMafu, madlokovu, ntusi yenkomo, wena wasengweni, nene, sthenjwa, muji, mashiya, sabela uyabizwa enkonjeni ubizwa abamhlophe ukuzokhuluma ngomhlabathi wakini kamalandela, wena waseMfule, goda elimnyama elihamba libahila amanqina namaqakala, madlokovu kangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyanela, wena kamanukuza!……..mushoooh!!

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: