Isithakazelo zakwa Nxongo:
Nzimande,
Mantsholo,
Ngsane,
Sihanqa,
Mhayise,
Wena ka mlamula nkunzi ziyekeleni zibulalene,
Sonani esingoni esonela emkhunjini Wezinyamazane esgodini Sakwa Bulawayo,
Wena ophuza ngezijulile iziziba !