clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Mthwa

Ndobe clan names & History

Ndobe, Nontsasa, Ngcombile, Nkomilele, Nobhola limkhuma njengethanga, Phungela, Siwa, Mthwa, Siqathi Mfaz’omabele made owancelisa umntwana ngale komfula Bhongweni !

Magoba Clan Names & History

Izithakazelo zakwa Magoba Clan Names & Umlando

MaGoba, Machi,
Mbushu, Zinzela,
Gingqi, Mthwa ka Sihula,
Ntsingizi emnyama eneqeba elibomvu iyawthi mayibona izulu liyawnqinqiza lithi nqi-nqi-nqi,uMagwa, uNjiphupha !

Gangatha clan names

Gangatha Surname

Gangatha, Cabe, Ncindesi, Tobhe, Msiza, Ziqelekazi, Hlambangobubende, Sukude, Mkhondwana, Santsabe, Mthwa, Sihula, Mpondo, Njanya, Sibiside.

AmaGangatha ngama Mpondo.

Ama Mpondo aphuma Kuba MBO.

Iziduko zako Nyawuza Clan Names

ufaku,
ungqungqushe,
unyawuza,
uthahle ka ndayeni,
ucitwayo,
ubhala,
ugangatha,
uciya,
ucabe,
uncidisa,
umsiza,
tobe,
ziqelekazi,
hlambangobubende,
santsabe,
mthwa,
sithula,
mpondo,
njanya,
sibiside !!!

Ukuhlangana nezimbila zithutha ziholwa emhlophe phambili

Ukuhlangana nezimbila zithutha ziholwa emhlophe phambili

Incazelo: ukuhlangabezana nobungozi noma ubunzima

#umsuka: izimbila zihlala emgedeni uma zithutha zisuke zixoshwa esinye isilwane sasendle esaziwa ngokuthiwa umdlambila…..mazithutha-ke emhlophe esuke ihamba phambili esingathi inkosi yazo lapho-ke, into ezike zahlangana nayo nje ziyayilwisa, zisuke zingesabi lutho ngoba zikholelwa ekthenini abukho obunye ubunzima obundlula lobu eziphuma kubo

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: