Mdladla izithakazelo
Mthiyane Thumbela mongo kaSeyane
Msuthu wasenhla wena owehla ngomzungulu
Wasala wabola,gwazomβgwazayo qili eleqa ombane
jozi,Dlovunga Mpangazitha Qodibe
Muthwa Nyamazane Madela nina enehla ngesilulu enhla noThukela,
Sonkomose, Sogatsha, Thokozwayo, shobalempisi, Magojolo, Ndaba !!