Ukwakhiwa kwamagama onobudlelwano
Njengakwezinye izilimi zaseAfrika, ungasebenzisa iziqalo neziphetho ukuze wakhe amagama onobudlelwano nanomqondo ofanayo.
Bheka lezi zinhlamvu:
β’ βmalβ yamagama aphikisanayo: dika / maldika, -khuluphele/ -zacile
β’ β-ulβ yabantu: junulo, umuntu omncane
β’ β-inβ isilili sesifazane: patrino, umama
β’ β-igβ ukwenza into yenzeke: beligas, yenza kube kuhle
β’ β-eblβ okungenzeka: trinkebla, -phuzekayo
β’ β-ejβ indawo: lernejo, indawo lapho kufundelwa khona
mal- isiqalo (ngaphambi kwegama), okunye iziphetho (okutholakala ekugcineni kwamagama). Kunezibonelo eziningi esingazicabanga
Ngalamagama ungakha amagama anobudlelwano:
β’ nova β sha
β’ malnova β dala
β’ novulo β oqalayo
β’ novigi β vuselela
β’ novigebla β okungavuseleleka
β’ novulejo β indawo yabaqalyo
Lokhu kukusiza ukwakha amagama amaningi angebaleke, isibonelo bela, belulo, belulino,malbelulino, beligi, beligebla, beligejoβ¦