meaning of names πŸ’› clan names πŸ’― history

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Gasa  Clan Names & Umlando

Izithakazelo zakwa Gasa

  • Gasa,
  • Msomi,
  • Gasa, Meyiwa,
  • Thabela, Vezi,
  • Nophacwa,
  • Wena owaphica Umfazi kwasa ekuseni kwazekwa indaba,
  • Onondabula zixuku zakoNdwandwe,
  • Wena owehla ngomzungulu wasala wabola,
  • Mndayi!

Previous

Izithakazelo zakwa Gamede Clan Names & Umlando

Next

Izithakazelo zakwa Gasela Clan Names & Imvelaphi

4 Comments

  1. Ukhona yini ongaziqhubeza ngoba ngike ngizwe kuthi Mzoneli,Phingoshe

    • Gasa

      Uqinisile azipheli lapha

  2. Ngiyajabula ukwazi izithakazelo zakithi kwa Gasa. Ngiyafisa kakhululu ukwazi ngomlando wakwa Gasa. Ukuthi thina sizalwa obani kanjani.

  3. yazi ngingajabula ukuzithola izithakazelo zakwaGasa

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders NorΓ©n

error: