Izithakazelo zakwa-Hlongwane
Ngwane,
Masumpa,
Masenga sileka,
Nduku Zinobulongwe,
Zikhali ezingalingani nezamaxhegwana,
Nina bakaSangweni elingawelwa abafokazana liwelwa izinkonjane zasemaNgwaneni,
Sang’elibanzi elingavulwa abantukazana ngoba livalwe ngezihlangu zamadoda,
Nina bakaMatiwane,
Abaqhobosha ithole elintanga zimashumi,
Ligwalagwala lakithi elimadolo abomvu!
Robert Mahula
I grew up around my family speaking the Tsonga language, which makes me a bit confused of this surname.There are the Hlongwane’s from Kwazulu Natal, Mpumalanga and Limpopo .My question is are we from the same family?
Omega
Sanibona mangwane, Cela ukubuza umntungwa uhlobene kanjani noHlongwane?
Unknown
Sangweni isithakazelo sakwa Hlongwane
Unknown
Molweni Mangwane amahle, there's a brother looking for his Father who once lived around Gauteng. His father's name is Vincent Hlongwane and brother to the father is George Hlongwane. please Help
Unknown
Nope you don't belong to Hlongwane
Unknown
Sanibonani bafowethu i'm confused what is the relationship between the Hlongane's and the Sangwen's ?
Unknown
As'bongeni mangwane amahle. nami asikudala ngithola ukuthi umsuka wesisu sasekhaya lapho sivela khona u-Hlongwane. Ngijabule ngempela futhi Uma ngikhuluma namangwane amahle futhi. Mina igama ngingu nomalanga kodwa-ke ngiganele Ka thebehali. Ngiyabonga?
Unknown
Enter your reply…yebo mfowethu singoHlongwane sonke baphambeka abakwa home affairs nam ngnayo leyo nkinga isbongo sam sivela njengoHlongwanA
Unknown
Sanibonani I was just wondering if these praise names also apply to me as I am a Hlongwana. I asked my mum and she said she thinks it's a home affairs spelling error. Ngicela ningisize Ingabe o Hlongwana kusa wo Hlongwane?
AZANIA
Ngiyabonga, akwande
Unknown
Inkosi yakithi uMatiwane eyanqunywa ikhanda ngamabutho akwaZulu entabeni namhlanje okuthiwa iMatiwane Skop.