mina ngazi lezi zithakazelo zakwa Mahlaba : Mahlaba, Junda, Mabhazulwa, Maphawulahle, Cindi. ngabe zikhona ezinye ezishodayo?
Share this post 
Related
Mahlaba, Junda, Mbonane, Nhlangambili, Zingaba ntathu ziyachoboka, Abakwa Ndimndwane abadla iminkantsha yamanye amadoda , osilwa ngosana amadoda elwa ngemikhonto, abakwa qanula phansi naphezulu njengezulu, nina besixembe esihle ngoba siphakela ama Junda , nina bakwa Maphanzela, nina bakwa Mcondo.
Mahlaba Sunrname info Mahlaba Junda Mbonani Nhlangambili zingaba ntathu ziyaqhoboka! Silwa ngosana amadoda elwa nge mkhonto Wena ka ndingindwane odla imikantsha Wena oka mphanzela!!!
Izithakazelo zakwaMahlaba Mbunjwa, Nsukuza, Shengele, Cindi!
Leave a Reply