Izithakazelo zakwa Jeza
Jeza Clan Praises Jeza, Mabasa Mtumaseli Mabele made Wena owancelisa ingane ngaphesheya komfula, Wena waseSiphudini. Mvoti kambali emila emafusini! Thabisa! uma kukhona ezinye ozaziyo, sicela uzifake kwi-commect section
Jeza Clan Names : Jeza, Hlangula, Mabasa, Mvoti, Bele'linde elancelisa ingane ingaphesheya komfula, Mliwana!
Izithakazelo zakwa Majozi
Majozi Surname Mqamu, Mabelemade wena owancelisa ingane ngaphesheya komfula, Gwanyana, Mbhuli, Mabhulangwe wena owabhula izingwe wabhula izingonyama, Ngoza Lukhozi, Maphiliphili mbheka phansi onjengesambane!
Leave a Reply