meaning of names πŸ’› clan names πŸ’― history

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Jila Ngyazazi..Nazi la!

jila, gcumisa, ngwazi, minadela, mgcubhuza, saphulamuntu ngomzima, wena webhabha elikhwelayo, wena kamnduze omacucu, wena ka bhovungane ozalwa umaganyane, wena kamathanga awahlangani ahlangana ngoba ebona indoda, wena kagagaqikili uqikili wezifunda, wena kavundisizintaba, wena kasibumbu singqulunga singakanani!

Previous

Izithakazelo zakwa Ngwazi Ngyazazi..Nazi la!

Next

Molope Clan Names & History

1 Comment

  1. Fanyana Peter Mhlophe

    Thank you very much
    Izithakazelo zakithi goes as follows

    Mhlophe khalishwayo
    Ngwenya Mncwango
    Duduwandaba
    Mfazi omabelemade
    Owancelisa umntwana
    Ngaphesheya komfula
    Silawyza Mkhonto
    Usandujwenziwa
    Benguni basesilongotshe

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders NorΓ©n

error: