Ndebele
Mahaye kaMvanande
Othethela uMantshinga noNtsele
Mwelase!
Abangaweli ngazibuko,
Abawela ngezinsungulu.
Wena owakwasihlathi esihamba ngendlela,
Wena wakwa funisa umuntu inkonzo.
Wena kaMagwaza engugwini,
Owagwaza intombi nesoka. Mazankosi!
Nina abakwaDindela,
Nina abakwaMgolodelwa Ngokuzala uKhondlo Inkosi yaseMantshaleni.
Amashayela phezulu ngokumbindlu.
Amabethela isigogo.
MaBhele balekani imilenze ibomvu.
Ndaba!
Nina abakwaBhensa,
Nina abakwaMahaye,
Niba bakaMakhaphazela,
UNtunyelelwa wayeyisifamona.
Ivande lathethwa uMantshinga noNtsele.
UMekeza KaMshido.
AbakwaNdaba ngokugoba amadolo.
Imididwa edidwa ngamabala
Share this post 
Related
Izithakazelo zakwa Ndebele: Ndebele Mahaye kaMvanande Othethela uMantshinga noNtsele Mwelase! Abangaweli ngazibuko, Abawela ngezinsungulu. Wena owakwasihlathi esihamba ngendlela, Wena wakwa funisa umuntu inkonzo. Wena kaMagwaza engugwini, Owagwaza intombi nesoka. Mazankosi! Nina abakwaDindela, Nina abakwaMgolodelwa Ngokuzala uKhondlo Inkosi yaseMantshaleni. Amashayela phezulu ngokumbindlu. Amabethela isigogo. MaBhele balekani imilenze ibomvu. Ndaba! Nina abakwaBhensa,β¦

Izithakazelo zakwa Ndebele Ndebele Mahaye kaMvanande Othethela uMantshinga noNtsele Mwelase! Abangaweli ngazibuko, Abawela ngezinsungulu. Wena owakwasihlathi esihamba ngendlela, Wena wakwa funisa umuntu inkonzo. Wena kaMagwaza engugwini, Owagwaza intombi nesoka. Mazankosi! Nina abakwaDindela, Nina abakwaMgolodelwa Ngokuzala uKhondlo Inkosi yaseMantshaleni. Amashayela phezulu ngokumbindlu. Amabethela isigogo. MaBhele balekani imilenze ibomvu. Ndaba! Nina abakwaBhensa,β¦
E Ndebele Mazalankosi ngokuzala uKhondlo inkosi yamaNtshali, Thethelwayo ngokuthethelela uMantshinga benoNsele, Mwelase wena ongaweli ngazibuko owela ngizimpambosi sawo, Hlokohloko elihamba lodwana awakaNdebele ehamba ngamahonyana,wena kanyoka yakwela emthini yingenanyawo.Inkosi ayiqedwa,Ndaba
Leave a Reply