Nkwanyana Clan Praises
Zikode!
donda
makhanda!
myekwa bethathwa
makhanda kanqayi
mthayi kansele
menzankosi
wena owakha ongiyane besilo
nceku enhle!
nceku yesilo umpande
gabadela!
owagabadela izingwe zongoye
madela mhlambi yezinkomo zabanumzane endle.
mbeng’ osinda ‘bosi,
mbeng’ owawela ongoye
wena wo-suthu lwasenhla
mqabula nkungu kwanodwengu kwavel’ ilanga
langa elaphuma ongoye
mangwe amahle
mlwandle!
zingwe eziphuza kwesijulile isiziba
ngokukholwa wulwandle,
mathula kuhletshwa!
bathi ngundlebe kazizwa
kanti uthule ngabomu
zetshisa umbiko kazulu
odumise okwezulu lihlomile
ngomlomo ka zulu ongathethi manga
sobahle
soshibe ka dangazela
nzim’ elimnyama
wena kab’thikazi
wena kathubelez’ inyang’ isemafini
wena kanodel’ imiyalo
buhle busezindiyeni zamehlo
Nkwanyana!
Share this post 
Related
Izithakazelo Zakwa NkwanyanaZikode!dondamakhanda!myekwa bethathwamakhanda kanqayimthayi kanselemenzankosiwena owakha ongiyane besilonceku enhle!nceku yesilo umpandegabadela!owagabadela izingwe zongoyemadela mhlambi yezinkomo zabanumzane endle.mbeng' osinda 'bosi,mbeng' owawela ongoyewena wo-suthu lwasenhlamqabula nkungu kwanodwengu kwavel' ilangalanga elaphuma ongoyemangwe amahlemlwandle!zingwe eziphuza kwesijulile isizibangokukholwa wulwandle,mathula kuhletshwa!bathi ngundlebe kazizwakanti uthule ngabomuzetshisa umbiko kazuluodumise okwezulu lihlomilengomlomo ka zulu ongathethi mangasobahlesoshibe ka dangazelanzim'…
MDLULI Lukhele, Nyoka, Sikhangisa, Nzimande, Bhekiswayo MDLALOSE Nyande we Phahla, Khwenta, Madlula, Mgabashe, Bhudukuziwa, Phangakufa, Dikane, Wena we Phahla elinhloko, Sphangula Sayo Ngoye, Magutshwa lapho engekefe khona, Wena ka Nhlangothi zibomvu amanxeba, Wena webhaxa elithanda impi, Ngoba ladla uDayi ka Skhova NKWANYANA Nina beNkonyane ka Ndwandwe, Mncwango, Dlalisa, Mpisane, Masuku,…
Nkwanyana Myikwe! Zikode! Zikode kaLanga Makhanda Nina bakaMangena ngezith’ ekhaya, Iqili likaDonda elihlatshwe kwaze kwashona ilanga, Zingakahlatshw’ izibhabhayiyana, Wena kaNokuphatha, kaNkomo zinendumo Mvundlana owashiya izinja nabantu, Ogijime ngebel’ ukhalo lakwaMthethwa. Ebaleka nentomb’ emhlophe yakwaMthethwa, Ijuba elenz’ amangong’ emuva kwendlu kwabo kwaNontshikila. Ngibabaza ngingabikeli muntu, Unonsula nyembezi ngomkhonto, Umkhon’ uphambana nowesotsha…
Zenande
I am nkwanyana