Mdukiso surname
Nkala, Vumisa, Thiyane, Nodlomo, Mlotshwa, Maphepha, Dladlula kaMphanjana, Hlubi, Mashiya ne, Ngwenyama, Sigidi, Mbodoyi, Sibekwa. Wena sitsh’esihle sokudlela amasi nenyama, Mawela umfula ugcwele bewuwela bewuphindelela ngoba bebona amabhayi abomvu besithi yinyama, Nina ababhala ngosiba abanye bebhala ngepensela, Nina nitetemisa umfazi akhohlwe ukuthi weza ngomshado kwaNkala, Intombi engagananga kwaNkala iyokuzala inkamba ngodlwana!
Share this post 
Related
MWANDLA Ndubane, Nkwelo, Themane, Nohaye, Soyanga, Mkhasibe, Mpangazitha oziphangayo,, Siyenjana siyasikwa siyahluma sinjenge dobo, Nina baka mqabula nkungu kuvele ilanga, Nina abaka msongi wensimbi ayithwale ekhanda, Nina abe Nhluzwa emdlenevu, Ncaphayi! By Xolani Ka Nyangazonke - xmwandla@gmail.com
Ngubeni, Nkomo, Yengwayo, Magwaza gobode, Nina base Mhlangamvula bathi uyadilika kanti uyakha, Nina base Msobetsheni, Mazotha, Luvuno!
Mbanjwa,Khathini,Samu,Mayoyoyo,Mancisha kancane,Nina enaphekwa netshe lavuthwa kuqala, nina nagongobala,Lwandle kaluwelwa izinkonjana ezindizela phezulu!
Leave a Reply