Mhlambi,
Hlohlwane,
Nsele !
Related
Mhlambi Clan Praises & History
Izithakazelo zakwa Mhlambi, hlohlwane,nsele lindamkhonto, sidwaba esinothuli. mhlambi wezimfene eziningi ezafa zafulathelana ezinye zahlinzwa ezinye zabola. ihlohlwane elingagezi ngamanzi kodwa ngomlazi, waka mfula awuwelwa uwelwa yizinkonjana zona zindiza phezulu. ungumthombo awuphuzwa uphuzwa ngabahambi bendlela. akavali ngezi-valo uvala ngama khanda wamadoda, intsele enduna ihamba phambili, intsikazi iyalandelwa uma-uyibuka ungathi iyahleka kanti…
Leave a Reply