Sibindi Surname Meaning.Sibindi Origin.Sibindi History:
The meaning, origin and history of the Sibindi surname is not listed.
This surname is prevalent in Zimbabwe.
Related

Mabena Clan Names
Mabena!!! Mbuduma!!! Ncagu!!! Sibindi!!!Mtungwa!!!Mavula!!! Somlokothwa!!! Silamba!!! Nala!!!Sigwegwe sika bingweni!!!! Siphuthunya esa phuthunya amanye amadoda bathi nagu nagu noma kungasuye!!!Inkunzi emanxeba nxebaEyagwaza zonke kodwa ayaze yaphec’ intamoMathunda kuzalw’ amaduna ezinye zithunda kuzwale ensikazi!!!wena ewangena esizibeni neskhuni suvutha waphinda waphuma naso Sisa vutha inkunzi yomago!! Inkomo engenasibaya!! Wayi valela ezakuhlolela!!inkomo ekhamba ngesiyenve!!…
Mabena Clan Names | Mabhena Clan | Mabhena History
Izithakazelo zakwa Mabena | Umlando wakwa Mabhena Mabhena, Mntungwa, Nqagu, Nqagu ngomzimba wakhe, Masoka, Mbuduma, Mbuduma kamasoka esokile, uSgwegwe, iSgwegwe sikaBingweni, iNtungwa elihle elahlalaphansi latshonitshwa ! others say it like this:Mabena!!!Mbuduma!!! Ncagu!!! Sibindi!!! Mtungwa!!! Mavula!!! Somlokothwa!!! Silamba!!! Nala!!! Sigwegwe sika bingweni!!!! Siphuthunya esa phuthunya amanye amadoda bathi nagu nagu noma…
Izithakazelo Zakwa Sibindi Clan Names Umlando
Sibindi Clan Names : ESibindi, eGodonga eMsundulomunye, Bengwani, Mtungwa weZembe Mbuduma kaMasoka kaManala, Wen' owasok' Amadod' elibele ethi awuyikusoka, Kant' usoke ngokampeyana. Ncagu ncagu ngokomzimba Kant' uDumo lwakhe lukhulu, Luzwakel' eNyakatho Luzwakel' eNingizimu Luzwakel' eMpumalanga Luzwakel' eNtshonalanga ! Wen' owagqagqel' umuzi weNkosi ngotsheko, Wen' owangen' esizibeni nesikhuni sivutha Waphinde waphuma…
Leave a Reply