meaning of names 💛 clan names 💯 history

izithakazelo

Tag: Izithakazelo Page 1 of 91

Izithakazelo sakwa Mahloma

Izithakazelo sakwa Mahloma sithini?

Izithakazelo zakwa Qashosho

Zithini Izithakazelo zakwa Qashosho?

Izithakazelo Mosia motubatsi

Mosia motubatsi

Izithakazelo zakwa Mabona

Mabona lifu abanye bangakaliboni. Jala kondlovu sthimbili esingevazana. Ngumafuya ezinobisi, mahlamba ngehleza kwisiba abanye bahlamba ngamanzi. Nrambo ziphothiwe zisemsamo zitlhoge umthwali zithwala ngumalokazane ebuya emendweni. Nogwalele yetshe uphume njani ngesicosheni isicobo sibulala kangaka sibulala nabanamabedlana. Ngumaya angasabuyi ndrongela ka swanga. Ngumavuna abantu njengamabele. Yikunza kogwazana eyagwaza kwangathi ithapha udaka kanti ithapha umbombo wamanye amadoda. Mabona munru wenthubini.
Jali ndrongela.

Izithakazelo zakwa Nhlengethwa clan names & History

MAHLASELA NHLENGETHWA
My contribution to our clan Izithakazelo:
NHLENGETHWA sphepho Thumbela Goqweni mpangazitha msuthu, dlan’ imfe mina ngidlu gaba imfe imnadi ngokwe phulelana, Bheja ka Mahlasela owabhej’izandla wabhej’umlomo, inyathi bethi beyihlaba abazingeli babe bayi balekela.
Mahlasela owahlasela ngonkhoto embambhamlomo kwahlabek’aba khwekazi, nina base makhokhotho, gijimani ngazo zonked izindlela nitjele abazali naba belethi ukuthi inhlanzi kagoqweni ishelwe ngamanzi. MSUTHU THUMBELA

Izithakazelo zakwa Ntuli Mhlalukwana

Izithakazelo zakwa Ntuli Mhlalukwana

The Ntuli clan, particularly the Mhlalukwana branch, has a rich cultural heritage that is celebrated through their izithakazelo, or clan praises. These praises serve as a way to honor foreb earsand express the identity of the clan. Some of the notable izithakazelo for the Ntuli clan include:

  • Ntuli!
  • Xaba
  • Mphemba
  • Mhlalukwana
  • Hlakahlaka lemikhonto
  • Thuli lenyoka
  • Mhlalukwana wamambala
  • Ngusiduda nabakwakhekazi emlanjeni amahloni amuka nomlambo
  • Uma sipheka ebandla siphekela obaba
  • Uma sipheka endlini siphekela omama

These praises not only reflect the history and values of the Ntuli clan but also serve to strengthen their communal bonds and identity.

Izithakazelo zakwa Mbonane & History

Mbonane,
Mcusi, Mlotshwa, Shiba
Nina abakwa Mfazi omabele made owanisela ibele ngaphesheya komfula ibivani
Nina enath ingane ngeke incele kanti izoncela
Kwamyango awuvalwa ngezivalo ngob uvalwa ngama khanda amadoda
Nina enakhishwa emgodini ngosi….

Izithakazelo zakwa Ngubeni clan names

Ngubeni, Nkomo, Yengwayo, Magwaza gobode, Nina base Mhlangamvula bathi uyadilika kanti uyakha, Nina base Msobetsheni, Mazotha, Luvuno!

Izithakazelo zakwandlunkulu yakwaMguni

Mguni, madlala, unangunangu engayisuye, echingwe chinotadayila, Tshuphula ka khwali, mbikwa, ndubazi, ntamenkulu, jabajaba, Jiyane, mzimela, lonkosi, Vuka qhina sikushaye inqoboka, mkhonto owadl’INdinana, gubhankomo, Sangweni, mkhele, mzila kawulandelwa, owulandelalo uyazibambelela,
Ulibinda Nkosi!

Izithakazelo zakwa Lehlehla

Please Help Me Find Izithakazelo Ya Lehlehla

Page 1 of 91

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: