Thawuzela, Mabhula, Nyaw’ezimhlophe, Gib’elebhedeni noba zinodaka, Mpiyakhe, Gorha, Bhangazelani, Mfaz’obele linye phetsheya ko mlanjana owondla sonke isizwe sama Thawu, Mbovu ka Mboleni!
Tag: Mabhula
Zumbe surname | Zumbe clan & History
Ngcwina,
Zumbe,
Mabhula,
Mnxothi,
Ndalane KaNdodi,
Siqwephu solusu,
Nyama yangaphakathi,
Nyama emdaka ethandwa ngabafazi,
Mntwana wenkosi uNgcwina,
Zumbe omhle sekenentongo,
malilelwa zintombi, zibona intongo zithi zipesika,
ontongo zosulwa ngababathandayo,
Simanga sekati edla amanqathe odwa,
Mpondomise !
Shude Clan Names & History
Shude,
Mbeny’eziklaklayo,
Sevu,
Nikwe,
Mbelu,
Mabhula,
Vubeko,
Ndekele,
Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane kuphela,
Mkhont’uyavutha !
Mthuli
Mabhula
Nondenisa
Izangoma ezinkulu ezibhula ngobumnyama abanye abafokazana bebhula ngonyezi nangokukhanya
Madlanduna
Dela madelane,Msingisi osika isidwaba sanyoko
umkhuzi wesnene egcekeni qede eyogoyela kwesamaBhaca
Mhlolo ka Chili
impangele isesangweni
zesaba ukuyinika amanzi zithi akuyo eyako Luthuli
sitha sisendlini
ngoba okube sisemnyango
ngabe sangena nezinkomo
Mbhuli wesnesne ecekeni
Zube
Njabuza
Omen.
By:Sihle Mthuli