Tag: Madolo
If you have extra information about this last name such as its Meaning, Clan names, Origin and History, kindly comment below.
Madolo,
Masinga singa izinyosi zivela Mpumalanga,
Simbonjwana,
Tswinya tswinya Maranghu,
Shlangu shlangu,
Shlawula barena !
Madolo
Masinga singa izinyosi zivela Mpumalanga
Simbonjwana
Tswinya tswinya Maranghu
Shlangu shlangu
Shlawula barena
Izithakazelo zakwa-Goqo
Mwelase ongaweli ngazibuko owela ngezimpambosi zomfula,
Nomvikela kaNokulamba kaDelwa,
Sobahle, Dubandlela
Ndongadilika kuphuzβizimpohlo,
Godo olungahlalwa nyoni oluhlalwa amankankane kuphela,
Amalala amahle alalanomunwe endunu avuka awuncinda akhomba ilanga,
Lwembu olumahwatha othi ungaluthinta luhwathabale!
Leave a Reply