clan names 💛 clan history 💯

izithakazelo

Tag: Ndlela Page 1 of 2

Izithakazelo zakwa Ndlela Mathabatha & History

Ndlela Mathabatha Mavuba ngethusi amabele ehlezi amasha namadala Abakazinza zimila ebunjini ezinye zimila enkabeni uphenduka ntombi sjekane usiyi

Umlando wakwa Ndlela

Umlando wakwa Ndlela asikabi nawo okwamanje kodwa kungenzeka ube khona ku-YouTube channel yethu… ivakashele ngokucindezela lapha

Uma unolwazi ofisa lwaziwe ngomlando walesibongo, lubhale lapha ngezansi bese ucindezela ibhathini elibhalwe POST COMMENT

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Tags

BHENGU clan Dlamini Dlomo Duma Dumakude Gasa Gasela Gumede history Izithakazelo Jali Jiyane Khambule Kunene Langa MALINGA Mbuyisa Mdluli Meaning Mlambo Mlotshwa Mnguni Mntungwa Mpangazitha Msuthu Mthiyane Mthombeni Mvelase Mwelase Mzilankatha names Ndaba Ndabezitha Ndlovu Ngwane origin praises Qwabe surname Vezi zakwa Zikode Zulu ❤️

Latest comments

  1. La kuJoko bekumele uyaveza Joko ungakuZungu noma kuMakhoba

  2. Phela bafowethu ngeke sizazi zonke kodwa uthi umuntu uma elanda avele uZungu, avele uMakhoba, lowo uhowakithi nje kuphela.okunye lokhu kokucwasana…

  3. Injalo nje mfowethu.asimele kubiza indlu encane, uMakhoba noma wavuma uZungu aphathe kodwa uMakhoba yindlu enkulu.

Sandlana Clan Names

Sandlana Surname | Sandlana History

Sandlana,
Ndlela,
Dingizandla,
Mkhono,
Mletane,
Nkutane !

Ndlela Mathabatha Clan Surname

Ndlela Clan Names

Ndlela !
Mathabatha Ngambiza Muvak’nyathela zabedluli nabagoduki amabele ehlezi siwedu ngebetane sihhyi

Vikwa clan name

Vikwa,
Ndlela,
Sbhekuza,
Silela Gazi Abanye Belele Nyebezi !

Abakwa Ndlela 😍 Ndlela Clan

AbakwaNDLELA brief History and Origin:

AbakwaNdlela ngamaSwazi ngobuzwe.
Babemi eBovini kwaNyamenja.EBovini apho yayingumhlaba onendlala kakhulu.

Babekholisa ukuza kurweba ukudla emaHlubini, apho kwakwendele intombi yakhona, uNgiyiwe kuBungane. Baphelela ekuchithakaleleni kumaHlubi.Ngenkcithakalo yamaHlubi basinga eluSuthu kwaZicwalile nakwaMohale.

Bafuduka kwelo basinga eHeshele kwaMhlambiso kaMthimkhulu, owaye eyinkosi kwelo eseyedwa.Behlile kwelo, Beza eGriquaIand East.

Namhla uninzi lwawo lukwaLuphindo, kwaMagadla, kwaMgubo, kwaMadlangala nakwaLebenya.”

NgabakwaSigula Sagul’ enkundleni kwaMtambose.
Ohamba ngomend’ unyanyaza ngenyongo yembuzi.
NgabakwaMnyanyathek’, ababele limnandi,
Ongath’ uma uhamba ngomend’ unqwenele ukulikhwebula.

NgabakwaNongobe zinengozi,
EakwaNaka-naka ndiya khala,
AbakwaHlab’ indoda yanyel’ emphandeni.
Zizilila gazi, kant’ abanye balil’iinyembeziZizibekuza, izaala-kulandelwa.NgabakwaNyathikazi, bakwaNodabekhulu.
Yeyheni maNdlela!

Phumani eSwaziniNize nembeleko,
nize kubeleth’ umntwana
Usenkundleni yamaHlubi!
NgabakwaLudonga-dilika kade sinath’emaxhaphuzeni. “

Source: from a book titled Iziduko ZamaHlubi, Henry Masila Ndawo, The Lovedale Press, 1939

Izithakazelo Zakwa Madida Clan Names

Izithakazelo Zakwa Madida

Ndlela

Zikhona izikibha nama-jacket/hoodies akwa Madida Whatsapp / call: 061 868 5163

Prices:
t-shirt: R200
Hoodies: R400

Majola Clan Names 😍 Izithakazelo zakwa Majola

Majola Clan Praises 😍 Izithakazelo zakwa Majola

Izithakazelo zakwa Ndlela Clan Names

Ndlela Clan Praises 😍 Ndlela surname

Ndlela,
Bayeni,
Machunu amahle anyathela ngemikhonto esanda kulolwa!

Akulahlwa mbeleko ngakufelwa

Akulahlwa mbeleko ngakufelwa

Incazelo: ukuthi wenzakalelwe yinto embi akusho ukuthi lahla ithemba.

Umsuka: imbeleko eyokubeletha umntwana, uma ngabe usufelwe abantwana akusho ukuth lahla leyo mbeleko ngoba usengabathola abanye abantwana

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: