Masumpa
Masenga Sileka
Nduku Zinobulongwe
Nina besizwe sikaMatiwane
Usozisela kaMasumpa noTshani
Nina bebutho likaSangweni
UZikhali ezingalingani nezamaxhegwana
Sangwelibanzi olungawelwa abantukazana ngoba luvalwe ngezihlangu zamadoda, luwelwa izinkonjane ngoba zihambela phezulu!
Tag: Ngwane kaNgwadi
Zikhali,
Ngwane,
Hlongwane,
Sangweni,
Khanyile,
Mdladla,
Sogodi,
Ndungunye,
Matiwane,
Masumpa,
Masenga Sileka,
Ngwane kaNgwadi,
Izikhali azingalingani nezama xhegwana,