clan names πŸ’› clan history πŸ’―

izithakazelo

Tag: Nkosi Page 1 of 2

Setuntsa/Sethuntsa clan names & History

Setuntsa!

Sive saMoorosi
amaZizi akwaLanga kaZitha kaPhangelilanga zethole ezadubula amanye ekhulekiwe,
amaZizi agqisha phezulu komlambo uLuthukela awela ngembambo,
Nina bekunene,
Mzizi kaMkhuze kaLusibalukhulu,
Dlamini,
Nkosi,
Mlangeni wena owaqedza uLebombo ngokuhlehletela,
Zalankomo kaZamukhethi,
Wena Zamukhethi osibhahuza mabhayi amade emampondweni,
Mlangeni wena onganathi manzi onatha igazi lamanye amadoda,
Zamukhethi ombovini emaLangeni,
Lokothwayo,
Nina baseMbo,
Nina basebuthonga,
Ngwenyama!

Mavuso Clan Praises

Mavuso
Nkosi
Magudvulela
Ncele
Ncele Lekhohlwa lakubo Dlungwane
Ncele Lekhohlwa lakubo Masaphokati
Ncele Lekhohlwa lakubo butwako
Ncele Lekhohlwa lakubo Masala nandzawo
Ncele Lekhohlwa lase Mtimkhulu
Wena wekudvuba bukhosi ubunike bafokatane
iVuso eladla umuntu ase suswini kube ngu longaphandle ngabe uyatibalekela
Mavuso ngokuvusa imiti lebolako
Mavuso wekuvusa imiti yase Mjindini, eMeke meke, ka Hho nase mbhuleni
Mavuso wa Ngwane
Nkosi
Wena wase Swatini.

Ngabe uDlamini uhlobene no Nkosi? Is Dlamini related to Nkosi?


Ngonyaka we-1750 base bezinze eSifundeni samaHluti eNingizimu yoBukhosi, ngaphansi kwenkosi uNgwane 111 wenkosi yakwaDlamini.

Izwe lithathelwe igama lalo kweleNkosi eyalandela uMswati wokuqala. Nokho, uNgwane elinye igama leSwaziland kanti uDlamini usalokhu eyisibongo sasebukhosini, kanti igama elithi Nkosi lisho iNkosi.

Izithakazelo zakwaJileka πŸ’› Jileka Clan Names

Jileka Clan Names :

Mjuqu,
Jileka,
Mlibati,
Matala,
Nkosi,
Xabanisa abantu belungisa,
Ngqiza,
Mangisa !

Izithakazelo zakwa Nkosi 😍 NKONJANE YENKOSI

NKONJANE YENKOSI 😍 NKONYANE YENKOSI:

Bengicel ukulungisa lapha kancane nina boNdlangamandla, kwizithakazelo zakwaNKOSI, akshiwo ukuth NKONJANE YENKOSI kodwa kthiwa NKONYANE YENKOSI, ngicabanga ukuthi kwaba ne misprint kowayebhala izithakazelo,
NGYABONGA

Jessica Nkosi

Jessica Nkosi (born 20 January 1990) is a South African actress and TV presenter, best known for her leading roles in M-Net commissioned telenovelas Isibaya, Ayeye and recently The Queen.

Jessica Nkosi
Born Jessica Nkosi
20 January 1990 (age 31)
Empangeni, KwaZulu-Natal, South Africa
Nationality: South African
Alma mater University of Kwazulu-Natal
Occupation: Actress
TV presenter
Entrepreneur
Ambassador
Years active 2013 – Present
Notable work
Isibaya, Ayeye, The Queen
Partner(s) Tk Dlamini (2017-2019)
Children 1

Jessica Nkosi was born in Empangeni, KwaZulu-Natal to Jabu Nkosi and Nhlanhlayethu Ntuli. Nkosi moved to Eshowe, KwaZulu-Natal after the separation of her parents. While Nkosi was in Grade 11, her father died from Hodgkin’s Lymphoma.

Nkosi attended the University of KwaZulu-Natal. Although she began her studies pursuing a Bachelor’s Degree in Law, she later switched to studies toward a Bachelor’s Degree in Drama and Performing Arts from which she graduated in 2012.

Izithakazelo zakwa Zikhali Clan Names

Zikhali Clan Names
Khanyile,
Sangweni,
Hlongwane,
Mdladla,
Sogodi,
Ngwane.
Ngabathembu,
Sangweni,
Ngwane,
Khanyile, Hlongwane, Nkosi, Gadamanzi, Mtungwa Nina bakaMatiwane Masumpa kaZikhali ezingafani nezabafokazane MaNgwane KaNgwadi. Nkosi Masela Mathanga adunuse onxuweni Ngwadi, Masengasileke, Ndukuzinobulongwe, Mntungwa , ngalende efinyelela lapho ezinye ezingafinyeleli khona tshanobude obungadliwankomo, mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, ngwane elihle

Izithakazelo zakwa Zikhali Clan Names

Izithakazelo ne mvelaphi yakwa Zikhali:
Zikhali,
Khanyile,
Sangweni,
Hlongwane,
Mdladla,
Sogodi,
Ngwane.
Ngabathembu,
Sangweni,
Ngwane,
Khanyile, Hlongwane, Nkosi, Gadamanzi, Mtungwa Nina bakaMatiwane Masumpa kaZikhali ezingafani nezabafokazane MaNgwane KaNgwadi. Nkosi Masela Mathanga adunuse onxuweni Ngwadi, Masengasileke, Ndukuzinobulongwe, Mntungwa , ngalende efinyelela lapho ezinye ezingafinyeleli khona tshanobude obungadliwankomo, mageza ngobisi abanye begeza ngamanzi, ngwane elihle

Nkalanga Clan Names & History

Nkalanga,
Ngobe,
Nyangambili,
Shlanguskhulu,
Khathide,
Ziyane,
Repinga !

Tinanatelo Nkosi 😍 Izithakazelo zakwa Nkosi

Nkosi
Dlamini Hlubi
Ludonga LaMavuso
Abay`embo bebuyelela
Sidwaba sikaLuthuli
Wena esingangcwaba sibuye noMlandakazi
Abawela lubombo ngekuhlehletela
Nina baSobhuza uSomhlolo
Umsazi kaSobhuza
Mlangeni
Nina bakwakusa neLanga
Nina bakwaWawawa
Lokothwana
Sibalukhulu
Nina beNgwane
Nina besicoco sangenhlana
Nina beKunene

Page 1 of 2

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: