Ukuphosa itshe esivivaneni, kusho ukuxhasa abantu kulokho abasuke bekwenza, noma ukufaka isandla ngokupha noma ngokunikela okuthize.