- Mthembu
- Qhudeni,
- Mvelase owavele Nyandeni,
- Mvelase ka Guda,
- Ngoza ka Mkhubukeli ka Gazi nina base Mlamlankunzi.
- Izithakazelo zakwa Msimango
- Thabizolo, Nonkosi, Mlotshwa,
- Pembe ka Lokothwayo,
- Ngelengele, Mhlehlelu,
- Nhlokozabafo,
- Sdindi ka Siphuki…
Ezakwa Mseleku
- Duma,
- Lwandle,
- Ntenga,
- Mthombeni
Ezakwa Msibi:
- Ndlondlo,
- Mabuya,
- Guliwe,
- Siwela,
- Gasa.
ntuthukozwane
Ngicela sibonisane kahle. Ukublocka abantu ukuthi bathathe umlando wabo akubukeki kahle. Kufanele sibuyele ekuthenini uwukolekelani. For us who seek izithakazelo to interpret them the way God wanted us to, kuba lukhuni.
Siyashweleza ukuthi usidedele siwukopishe kuze sikwazi ukuwubeka kumacomputer kuze siwuxilonge uma sithole isikhathi sihlanganise sikhombise izinto ezifihlweni esweni lo bukayo.
kahle kahle abantu abamnyama abanawo ama-Surname. Izithakazelo zakhelwa ukuthi kucishelelwe umlando ngendlela engalidingi iphepha. Lokho kwenziwa ngomlando odluliswa ngomlomo. Manje sekuyisikhathi sokuthi lomlando uvele obala.
If you are doing this for the greater good, which I believe you are, please open up copying of umlando ongowethu sonke. Uma abantu babuye bazifakele umlando wabo angiboni ukuthi bangavinjwa kanjani abanye ukuhi bawukopishe…
Ngiyabonga.
Just so you can grant my request, ngicela ukukushiyela esengikutholile ngoMbatha. Trade?
blaqueangel3
Ezakwa Msibi izithakazelo zihamba zingafani thina sidabuka e Swazini u msibi uthakazelelwa kanje ngale: Msibi, Nldondlo, Mabuya khotha ngwenyama wena owadla ubulongo walibala
Luxolo Mjaja
Ngiyabingelela,
Ngicela uma kukhona ulwazi ngezakwaMjaja, ngizamile uku-search kwi-search box kodwa akuvelanga lutho.
muhle
ngiyanibingelela ngisacela izithakazelo zakwa msibi zonke ziphelele please
Khanyisile Mtshali
Ngiyanibingelela bengicela izithakazelo Zaka NDebele
Neli
Ngcela ukwazi ngemvelaphi yabantu bakwaNjoko
Alpheus S. Sikhakhane
Kuhle kuyancomeka. Sengathi singahlale siba nabo abantu abafana nalaba ukuze singabi ngamambuka sikhohlwe imvelaphi yethu. Nginesicelo, ngiyaphaphatha. Ngicela ukwazi ngemvelaphi yabakwaSikhakhane, nomlando wabo
tholiwe
Ngicela ningichazela ngesithakazelo zakwa mdletshe many nomlando waso
itumeleng
Please help me I need to find where do we Mavumengane come from because the elders told me we are mthembu kwa mvelase please
Thando Mcelenkosini Thembalethu Bhebhe
Muhle lomsebenzi. Ake usilondele imbali bezithakazelo zabantu bako Bhebhe
sfiso
Ngan zakwethu ngifisaukuthola izithakazelo zakwa Mthembu,ngiyazibona njelezi zincane kakhulu,phela labantu banobukhosi obusuka kude,
Hlalunolwazi Mgoza
Bengicela ukuthola umlando ngesibongo sakithi kaMgoza,ngoba sinokuhlangana nezibongo eziningi ezithakazelweni kanti angakawutholi umlando ogcwele.NGIYABONGA
Mandla Mathunjwa
ake ningisize ngomlando wakwa-Mathunjwa
Nontembiso
Ndingu Mqwati Dumba ka Nobangulo. Ndicela umntu okwaziyo ukuzithutha, ndinomdla kakhulu
smangele
Cela thakazelo zakwa Xaba,Ngidi nd Ncube plz I wnt 2knw my history
Mbathastan
Smangele
Iya ku search box kuyo le ‘site’ ubhale isibongo osidingayo uzosithola especially Ncube and Xaba.