Abalesi sibongo batholakala e Ndwedwe (KZN) futhi kulapho benenkosi yabo khona. Kuthiwa babehlobene nabakwa Ngcobo nalapho bekhona bakhelene nesizwe sakwa Ngcobo eMalangeni.Kukhona futhi ubuhlobo obukhona naba Thembu abakhelene nabo e Ndwedwe Uma bethakazela bathi Shongololo elizinyawonyawo ngesaba nokulithinta lizohwaqabala.ngabe siyakudla sesaba imilenzelenze zinyawo zeshongololo aziphumuli Nongafa Dingela Nozula kuthethwa.
Share this post 
Related
Mhlamvu Clan Names & brief history Abakwa Mhlamvu kusengabakwa Goba, Bayinzalo ka Mbambo futhi iningi labakwa Mhlamvu selizinze kulezindawo zakwaZulu Natal, Portshepstone, Ndwedwe, Harding nase Mzimkulu. Izithakazelo zendlu yakwa Mhlamvu: Goba, Mageza ngobisi lwenhlunu zabafazi, Lawu, Xabanisa abanye bezama ukulungisa, Hlavelihle lika mahlamvu!

Umlando wakwa-Ngcobo Izithakazelo zakwaNgcobo MapholobaNyuswaFuze, Mavela,Mafuz’afulele njengefu lemvula,Mashiya amahle ngath azoshumayela,Dambuza, Mthabathe,Mabhala ngozipho abanye bebhala ngepensela,Malal’efake umunwe endunu,Avuke ekuseni awuncinde akhombe ilanga,Mavulankungu kuvel’ilanga,SididaneNgongomaMaQadi amakhuluMbili Zikhona izikibha zakwaNgcobo ezinhle ezibhalwe izithakazelo/izibongo: 061 868 5163T-shirts: R200Hoodies: R400 UVumezitha wazala amadodana amaningi, kodwa agqama kakhulu kwaba nguNgcobo kanye noMkheshana. Izibongo ezithinte oNgcobo zivela…
Zulu clan names are used as a sign of respect to the clan and are also called izibongo. They can be used with izithakazelo, which are names used to show respect to the ancestors. Some examples of Zulu clan names include Ngubane, Mkhize, Hlela, Ntshangase, Ngcobo, Ngubo, Hlongwa, Gcabashe, and…
Leave a Reply