Izithakazelo zakwa Dlamini, Dlamini Clan Names , Dlamini Clan Praises
Lusibalukhulu,
Malandela ngokulandela izinkomo zamadoda
Jama kaSjadu, Nkomo zidla ekhaya ngoba zeswele abelusi
Mdlovu, Magaduzela, Magwenyane, Nkosi, Mzizi
Mdineka, Nyanya, Msuduka
Inkonekaz’evele ngobusw’emgedeni.
USamkethe, esinembay’emaLangeni,
UMswazi kaSobhuza
Sgwinya mkhonto notho lwaso
Wena owaFodo ka Nombewu kaNomagaga
Wena wase Dlebe
Mfolozi emnyama inkethabaweli, Nyanya
Mabonel’empunzini, Mlangeni
wena ka Miso (Misizwe)
Mgoqo ovimbe’sangweni nansi impi, izwe lafa ngathi na??
Ngonyama
Bukiwe
We have Dlamini eMaHlubini…Good to know
Abongwe
Thanks

These are perfect clan names of Dlamini
Thanks again for this
May God bless you and your families
Phelamandla Dlamini
MAVUSO NGWANA WENA WWKUNENE
John
Mkhulu uDlamini waye khona before kuba no Zulu no Swati.
Godfrey Dlamini
Bonke oDlamini ebekhaya linye from swaziland then baphuma bayozakhela ngaphandele abanye kwaba bakwa zulu (sibalikhulu)banye baya kwa xhosa(Jama ka sjadu) kodwa baphuma eshlahleni eskhulu sakea Dlamini wase swatini(nkosi)
Elvis Mhlanga
Isibongo sakwaDlamini sibuyaphi na?akekho ongayikhipha lendaba, ngempela uDlamini umswazi noma umzulu na?
MlondileDlamini
Kukhona owamaswati nowamazulu
Siyamthanda Mpiloenhle somnandi Dlamini
UDlamini kahle umswati mbambamba shlukaniswa izthakazelo zethu nezindlu zabomkhulu bethu kepha yena munye vo uDlamini kunalaba bamazulu (aboSibalukhulu)kube nabala bamaxhosa (aboJama skajadu) kube nabala bamaswati (aboNkosi) injalo lento bakithi.
Promise
Isibonga sakwaDlamini come From Swatini
Nokuphiwa Dlamini
I want to know more about Dlamini totems from Zimbabwe
Vusani Christian Dlamini
I’m Dlamini from Zimbabwe my foregrand parents they came from Swazini
Phillip Dlamini
Iam also a Dlamini from Zimbabwe. My grandad told me that his great grandfather tracked from eSwatini to Zimbabwe
Birthwell Ncube
My mother is also a Dlamini from Zimbabwe, and thats what his father told her ,that his grandpa was from e Swatin
Sisanda Buyana
So u Dlamini wonke no Sibakhulu are the same clan?