Gumede Clan Names
- Mnguni,
- Qwabe,
- Mnguni kaYeyeye,
- Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
- Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
- Abathi “dluya kubeyethwe”,
- Kanti bahlinza imbuzi,
- Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni,
- Sidika lolodaba,
- Phakathwayo!
- Wena kaMalandela,
- Ngokulandel’ izinkomo zamadoda,
- Amazala-nkosi lana!
- Mpangazitha!
Ntombifuthi Gumede
Mnguni, kayeyeye
Lethabo Msweli
Phakathwayo



Sphelele Gumede
Boze bethi bhuti ngisho enganeni
Khulekani Innocent Gumede
Yithi Abantu nabelungu bayazi
Londiwe MaGumede Zungu
ABAWAZIYO UMLANDO BAYAZI SINGAMAKHOSI
Londeka Gumede
Unjani Sisi wami ngicela ungibhalele umlando wakwa Gumede
Mthobisi Gumede
Ngu Mncinci Mina
Scorpio
AmazalaNkosi Lana! Ahhhhh Mnguni??Qwabe??Yeyeye?? Khondlo kaPhakathwayo.
Unknown
Yebo yith phela labo
Unknown
Yes yimi loyo
Unknown
Hhawu ezamakhosi aziqedwa Mnguni!!!
Unknown
Yebo Usho Mina impela
Sthandwa
Ithina ke laba
Zanele Gumede
Ngqo